By: Pamella Majola
Abashayeli bezimoto bathi ukunyuka kwentengo kaPetrol okulindeleke phakathi kwamabili ngolwesiThathu, kuzoshaya kuzwele emaphaketheni.
Basho kanjena nje, ilitha likaPetrol lizokwenyuka ngoR1.71 cents, uDiesel ngoR2.84 cents kanti uparaffin wona uzonyuka ngo R2.78 cents ilitha elilodwa.
Bekhuluma nezindaba zeGagasiFM bathi ukubiza kwentengo kaPetrol sekuzofana nokukhokhela imoto imbala.
[advanced_iframe src=”https://streaming.fabrik.fm/fabrik/echocast/player/rewind-single/player.html?id=6d2fc469-1aa3-455c-8e71-36fc65de6156&web_url=https://echocast.fabrik.fm/WzMpBG2Y01M2Y9&podcast_id=b5a517b2-fb16-4467-b0f8-382252079185″ width=”100%” height=”200″]
Isazi sezomnotho uJabulani Khanyile uthi isona sikhathi ke manje ukuthi kubuyelwe emasisweni igeja esandleni ngoba kuzobanzima kakhulu kunakuqala.
[advanced_iframe src=”https://streaming.fabrik.fm/fabrik/echocast/player/rewind-single/player.html?id=6d2fc469-1aa3-455c-8e71-36fc65de6156&web_url=https://echocast.fabrik.fm/77q7nrQm7QW7NG&podcast_id=c9e541a4-a751-49a2-b8eb-474bce3b1c3d” width=”100%” height=”200″]