Isihluku Kubhokodwa Uthisha Ngommese Eskoleni

Written by on 6 September, 2023

By: Zilungile Mkhize

UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa komphakathi, uNonhlanhla Khoza, usegxeke isenzo somlisa okuthiwa ugasele esikoleni iNcwabakazi Upper Primary, KwaHlabisa enyakatho yeKwaZulu-Natal wahlasela uthisha wesifazane.

Lomlisa kusolakala ukuthi uyisoka lakhe lothisha.

Kubikwa ukuthi uthe mefika ezama ukungena emagcekeni esikole, wavinjwa esangweni ukuba angene, wabe esebuyela emuva.

UDawud Phungula uyabika.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background