Sekuboshwe Umsolwa Odubulane Namaphoyisa

Written by on 15 May, 2024

By: Xolani Khumalo

Usekhalelwe amasongo kaSgonyela owesilisa odubulane namaphoyisa eMalukazi eduze kwaseSphingo eNinginzimu neTheku.

Uphiko lwe-Provincial drugs and Firearms Unit belulandela umkhondo obakhombe kulendawo ekuhlala kuyo umlisa osolwa ngokudayisa izidakamizwa.

Kuthe amaphoyisa egasela emzini ahlala kuwo, umsolwa wabe esevulela ngenhlamvu ebhekise emaphoyisa kwadubuleka elilodwa lasinda, naye wadubuleka.

Okhulumela amaphoyisa eKZN uRobert Netshiunda uyachaza.

 

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 

 

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background