Sekushone Ingane Ephonseke Emgodini Onamanzi

Written by on 29 August, 2023

By: Pamella Majola

Ingane eneminyaka embili ubudala isishonile ngemuva kokuphonseka emgodini onamanzi eCottonlands enyakatho yeTheku.

AbakwaReaction Unit South Africa (RUSA), bathi babizwe amalungu omphakathi ukuthi bazolekelela kutakulwe umntwana obesekhalakathele kulomgodi ogcwale ngemva kokuqhuma kwepayipi lamanzi.

Okhulumela i-RUSA uPrem Balram uthi abazali balengane kwenzeka lesigameko nje, bebengekho besemsebenzini.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background