U-Msankosi Mtolo kanye no-Sibonelo Khwela banesifiso sokonqoba i-Dusi Canoe Marathon.

Written by on 14 February, 2024

Abagwedli be-Team MyLife uMsankosi Mtolo and Sibonelo Khwela banes’fiso sokuqeda nya ukuzenzela kuka -Andy Birkett emqhudelwaneni omkhulukazi wonyaka i-Dusi Canoe Marathon.

U-Birket uphezu komgqigqo wakhe wokunqoba isicoco sakhe sika – 13th emjahweni engu-20 races kwi Dusi nomlinga niwakhe wakulonyaka u-Mathew Fenn. Umjaho wakulonyaka izoqala ngoLwesine mhlaka 15 Januwari ngo-6 ekuseni e-Bishopstowe Hall e Piermarizburg.

Uzothatha izinsuku ezintathu njengoba kulindelele ukuthi bonke abagwedli bathekele eThekwini  e-Blue Lagoon ngomgqibelo ekseni. Abagwedli baya kulomjaho beholwa phambili uBirket kanti uuKhwela okwazile ukunqoba iDusi ngaphambilini uthi isifiso sakhe ukuwina lomjaho noMsawenkosi Mtolo .

image: Beautiful News

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background