Ukhuthaza Usiko Lokufunda UMasipala uMthonjaneni

Written by on 6 February, 2024

By: Pamella Majola

Abafundi abenze kahle ezifundweni zabo zika-Matric 2023 asebeklonyeliswe ngezitifiketi nemali yokubhalisa ezikhungweni zemfundo ephakeme, uMasipala uMthonjaneni enyakatho nesifundazwe bathi bazoqhubeka nokuphakamisa igama lendawo abaphuma kuyona ngisho sebesemanyuvesi.

UMeya waloMasipala uMbangiseni Biyela uthi kubalulekile ukuthi kukhuthazwe usiko lokufunda nokufundisa ezindaweni zasemakhaya.

UPamella Majola uyabika.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background