Skip to main content

By: Pamella Majola

Owayengumvikeli womphakathi, nosejoyine inhlangano i-Economic Freedom Fighters (EFF), uBusisiwe Mkhwebane, uthi uzoqhubeka nokusebenzela umphakathi abeke nezidingo zawo phambili yize esengene kwezombusazwe.

UMkhwebane uthi ubulungu bakhe naleliqembu kuhlose kuxazulula izinkinga abantu baseningizimu afrika ababekene nazo.

UQhuba ngokuthi side iskhathi efisa ukuthatha lesisiqumo kodwa izinselelo abebekhene nazo ehovisi lokuvikela umphakathi zenze kwathatha isikathi eside.

Ekhuluma neGagasiFM usho kanje.

[advanced_iframe src=”https://streaming.fabrik.fm/fabrik/echocast/player/rewind-single/player.html?id=6d2fc469-1aa3-455c-8e71-36fc65de6156&web_url=https://echocast.fabrik.fm/Yw6QqPDR4RJzGR&podcast_id=d4915564-480d-4785-84e0-257c677ba39b” width=”100%” height=”200″]