Umphakathi Ushaqekile Ngezigameko Zobugebengu eMbali

Written by on 28 August, 2023

By: Nhlanhla Mbokazi

Umphakathi waseMbali Unit 14, ePietermaritzburg, enkabeni yesifundazwe, uthi usuhlalele ovalweni ngenxa yezigameko ezilokhu ziqhubeke njalo zobugebengu nokubulawa kwabantu kulendawo.

Lo mphakathi usho kanjena nje, ngoLwesihlanu ntambama kudutshulwe kwabulawa ikhansela le-ANC uMabhungu Mkhize (45).

UMkhize, obeyikhansela ku ward 41, ngaphansi kukumasipala uMsunduzi uhlaselwe wabulawa esemotweni yakhe.

UNhlanhla Mbokazi uyabika.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background