UNgubane Uhlaba Eyokuthi I-MK Ayinabuholi

Written by on 30 May, 2024

By: Sthulile Mdletshe

UNobhala Jikelele we-MK Party, uSizwe Sihle Ngubane, useyichithile imibiko ethi leliqembu alinabo ubuholi futhi alinayo nemigomo eqondile elisebenza phezu kwayo.

Kumanje i-MK party eholwa ngowayengumengameli wezwe uJacob Zuma isahamba phambili ngamavoti angu-42.04 % kulawa asebaliwe esifundazweni saKwaZulu Natali.

Kanti ilandelwa yi-ANC ngo 20.08 % ne-IFP ngo 18 %.

Yize ukubalwa kwamavoti kusaqhubeka nokusho ukuthi lemiphumela isengashintsha kodwa uNgubane usho kanje.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background