Skip to main content

By: Bright Ntuli

Ungqongqoshe wezemfundo emazingeni ayisisekelo uSiviwe Gwarube esememezele izinhlelo zokubuyekeza amamaki okuphasa kumatikuletsheni, nokumanje asangu 30%.

uGwarhube usho kanje njengoba izinhlaka ezahlukene ziqhubeka nokugxeka u 30% ekuphaswa ngawo kamatikuletsheni, zithi uphansi kakhulu.

Usememezele nohlelo lokusungula umkhandlu wabaluleki ozohlanganisa izinhlaka kanye nongoti abahlukene.

u Gwarube uthi lomkhandlu uhlose ukuqinisekisa ukuthi imizamo yokuthuthukisa ezemfundo iyaphumelela.

Usho kanje.

[advanced_iframe src=”https://streaming.fabrik.fm/fabrik/echocast/player/rewind-single/player.html?id=6d2fc469-1aa3-455c-8e71-36fc65de6156&ampampweb_url=https://echocast.fabrik.fm/K49wW2QmwJ04ZR&ampamppodcast_id=262e8ac2-05ba-44fd-8c9e-a993abafc6e8″ width=”100%” height=”200″]