Skip to main content

By: Sthulile Mdletshe

UNgqongqoshe wezeMfundo ePhakeme, u-Blade Nzimande, uthi umnyango wakhe ususungule inhlangano ebizwa nge-Higher Health, nokuhloswe ngayo ukubhekana nodlame nezinye izinkinga ezithinta abafundi kanjalo nabasebenzi.

Usho kanje ephawula ngesigameko sasenyuvesi i-Cape Peninsula, eWestern Cape, lapho owesifazane ofunda kulesikhungo egwazwe khona yisoka lakhe.

Lo wesifazane kubikwa ukuthi uyalulama esibhedlela kanti umsolwa lo, obeyisitshudeni senyuvesi engumakhelwane, i-University of Western Cape useboshiwe nenyuvesi isimxoshile.

USthulile Mdletshe uyabika.

[advanced_iframe src=”https://streaming.fabrik.fm/fabrik/echocast/player/rewind-single/player.html?id=6d2fc469-1aa3-455c-8e71-36fc65de6156&web_url=https://echocast.fabrik.fm/4R261NDQmzGLBr&podcast_id=87ed4bef-c76c-48bb-9136-67cc5e5911ef” width=”100%” height=”200″]