By: Buhle Mbhele Ukhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal, uNhlanhla Mkhwanazi, usexwayise amalunga ezepolitiki mayelana nokuthi amaphoyisa angeke asabe ukubopha abantu abazohluleka ukukhankasa ngokuthula ezikhungweni zokuvota. Uthi awu-17000 amaphoyisa azotshalwa esifundazweni sonkana ukuqapha izikhungo ezahlukahlukene ngomhlaka-29 kulenyanga. UMkhwanazi usho lokhu esithangamini sabezindaba eThekwini, lapho ebehlangene khona nezikhulu zeziteshi ezahlukene zamaphoyisa mayelana namalungiselelo ezokuphepha ngosuku lokhetho. Uthi sekukaningi abantu […]

By: Pamella Majola Iqembu elibusayo seliqhakambise imizamo eyenziwa uhulumeni eliwuholayo yokuvuselela uphinde uvule amathuba emisebenzi kubantu abasha eNingizimu Afrika. UMengameli we-ANC uCyril Ramaphosa usegcizelele ukubaluleka kokuvula amathuba emisebenzi nakubantu abaneminyaka engaphezulu kuka-35 ukuze baqasheke nabo. Usho kanje ekhuluma kwiRally ye-COSATU ukubungaza usuku lwabasebenzi iMay Day 2024 e-Athlone Stadium eKapa, eWestern Cape. URamaphosa uyachaza.     […]

By: Pamella Majola President Cyril Ramaphosa has commended Airports Company, South Africa, in collaboration with airlines, for their efforts to enhance accessibility for persons with disabilities at airport facilities. These initiatives include designated parking, assisted lounges, and private search facilities. The president delivered a keynote address at the transport summit on universal accessibility, at the […]

By: Buhle Mbhele In the Senzo Meyiwa murder trial currently underway at the High Court in Pretoria, a new witness Mlondi Tsiye has taken the stand. Tsiye is the police officer who took buccal samples which test for DNA of accused number 3 and 4, Mthobisi Mncube and Mthokoziseni Maphisa at Sun City and Leeuwkop […]

By: Dawud Phungula UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uNomusa Dube-Ncube, uthi benguhulumeni ngeke bakhohlise abantu ngokuthi bazobafakela ama-transformer kagesi mahhala kodwa bazimisele ukusebenzisana nomphakathi bawulekelele. Usho kanje ephendula imibuzo yamalungu omphakthi ngenkathi kuqhubeka Imbizo ebibanjelwe enkundleni yezemidlalo kaMeyiwa, eNtshanga, entshonalanga yeTheku. Abahlali baku -Ward 4 bazwakalise ilaka labo ngezinye izindawo ezingenawo ugesi ngenxa yokusha kwama-transformer, kanti uDube-Ncube uthi […]

By: Xolani Khumalo UNgoti kwezoMthetho, uMpumelelo Zikalala, uthi i-African National Congress (ANC) isahlalelwe umsebenzi onzima wokuvezela inkantolo ubufakazi obugculisayo bokuthi abavoti bangase badideke uma sekuvotwa. Lokhu njengoba usaqhubeka umbango wobunikazi bophawu kanye negama lo-Mkhonto WesizweParty. Kuzokhumbuleka ukuthi iANC isiveze ukuthi uzosiphonsela inselelo isinqumo seNkantolo ephakeme yaseThekwini sokuvumela iqembu elisha loMkhonto Wesizwe ukuthi lingaqubheka lisebenzise leligama. […]

By:Nompendulo Ngubane Abasebenzi besibhedlela iHarry Gwala Regional esasaziwa nge-Edendale Hospital ePietermaritzburg sebebeke phansi amathuluzi okusebenza bekhala ngokungaphatheki kahle kulesi sikhungo sezempilo. Ukusebenza kwesibhedlela kube nokuphazamiseka ngesikhathi abasebenzi okungabahlengikazi nalabo abahlanza isibhedlela bebhikisha befuna ukuthi kulalelwe izikhalo zabo. UNobhala we-NEHAWU esifundeni iHarry Gwala uMazwi Ngubane uthi lesi sibhedlela sikhungethwe izinkinga eziningi njengoba ethi abasebenzi bayashoda nokwenza […]

By: Staff Writer Umsunguli woMkhonto WeSizwe Party, uJabulani Khumalo, usegxeke ubuholi be-African Nation Congress (ANC) nathi buhluleka ukwamukela impumelelo yaleqembu kwezithinta ezokhetho kuleli. Uqhuba ngokuthi i-ANC ibangisana neMK ngoba iyesaba ukuthi bazonqoba kulolukhetho oluzayo. UKhumalo usho kanje ekhuluma nabezindaba eThekwini ngemuva kokwethulwa kwesinqumo senkantolo mayelana necala le-ANC lokuvimba i-MK ukusebenzisa leligama nophawu. Uqhuba ngokuthi angeke […]

By: Xolani Khumalo Union federation Cosatu plans to engage with the Department of Employment and Labour to ensure Africa’s renowned soccer coach Pitso Mosimane’s former domestic worker receives 5.7-million-rand in compensation. Dorothy Sikirivao reportedly suffered serious and permanent injuries while working at the Mosimane home in 2021. Despite her claims being elevated to legal demands […]

By: Xolani Khumalo UNgqongqoshe wezeMpilo kuzwelonke, uJoe Phaahla, usedalule ukuthi zingu-2000 izidumbu zabantu eziduve kwaze kwadlula isikhathi zingalandiwe kuwo wonke amakhaza kaHulumeni kuleli. UPhaahla ubephendula umbuzo awubuzwe abasephalamende. Uthi-ke lezidumbu zisabalele ezifundazweni ezingu-6 zakuleli kanti-ke isifundazwe saseKZN isona isineziningi ezingalandiwe imindeni yazo. kanti ezinye zazo sezihlale cishe isikhathi engingangonyaka. OnguMqondisi obhekelela ukuhanjiswa kwezidingo zezibhedlela ngaphansi […]

By: Xolani Khumalo UMkhonto Wesizwe party has won against the African National Congress (ANC) in the logo and name dispute. The ANC has lost the copyright case it had brought against the MK Party led by former President Jacob Zuma. The Durban High Court has dismissed the ANC application with costs. It’s the third defeat […]

By: Buhle Mbhele The verdict on whether the Umkhonto WeSizwe Party can continue using its current logo and name will be heard today at the High Court in Durban. This as the ANC’s trademark matter returns for ruling following arguments from both parties. The ANC is accusing the MK Party of violating the Trademark Act […]

By: Nompendulo Ngubane Umholi we-Economic Freedom Fighters (EFF), uJulius Malema, uthi uma nje bengangena emandleni bazosula zonke izikweletu ezibhekene nabafundi. UMalema usho kanje ekhuluma nomphakathi eMidrand. Amaqembu ezepolitiki kulo lonke elakuleli amatasa ayakhankasa ezifundazweni ezahlukene nasezindaweni zomphakathi ezahlukene enxenxa ukuthola amavoti kubantu. Inkulumo kaMalema yokwesula izikweletu zabafundi isohlwini lwezinhlelo leli qembu elazibeka ngesikhathi lethula iManifesto […]

By: Nompendulo Ngubane UMkhonto WeSizwe Party commander, Jabulani Mkhize, says the journey of giving support to former President Jacob Zuma, continues. This comes after the Pietermaritzburg High Court removed from the roll Zuma’s private prosecution against state advocate Billy Downer and journalist Karyn Maughan. Today, scores of MK party members which is Zuma’s new political […]

By: Nompendulo Ngubane Umphakathi waseThornville ePietermaritzburg uthi angeke uze unyakaze emgwaqeni uR56 kuze kube uMasipala uMsunduzi nenkampani ephakela ugesi-Eskom baze kubona bazoxoxisana mayelana nokuthi izolungiswa kanjani inkinga yokufakelwa ugesi kumphakathi ngaphandle kokukhethwa kwephela emasini. Lo mphakathi ngovivi uvale lo mgwaqo ohlanganisa i-Eastern Cape neKZN kwama nse ukusebenza okubalwa nezikole eziphazamisekile kanye nabasebenzi. Ukhala ngokuthi kunengxenye […]

By: Zilungile Mkhize UNgqongqoshe wezokuHlaliswa kwaBantu, uNonhlanhla Khoza, usenxuse abazali ukuthi bangaliphonsi ithawula ngabantwana babo, asebethathwa njengohlupho noma asebephelelwe yithemba ngekusasa eliqhakazile kubo. Uthi okunalokho, abazali nentsha kumele basondelane nezinhlelo zikahulumeni, ikakhulukazi ezoMnyango wezokuThuthikswa koMphakathi ukuzwa ngezinhlelo ezikhona intsha engasizakala kuzo. UKhoza usho kanje ekhuluma nezindaba zeGagasi FM, ngesikhathi kuqhubeka umcimbi womnyango wakhe wokugogoda kwentsha […]

By: Buhle Mbhele Inkatha Freedom Party (IFP) President, Velenkosini Hlabisa, says the next administration will have a heavy task of overturning the dire economic and social situation South Africa finds itself in. He says the current governing party throughout its governance has run the country down to poverty and inequality with no turnaround plan. Hlabisa […]

By: Buhle Mbhele Ukhomishana wesikhungo esibhekele imingcele yakuleli iBorder Management Authority, uMike Masiapato, uthi lenyukile inani labantu abavakashele iNingizimu Afrika kulamaholidi ephasika uma liqhathaniswa nelangonyaka owedlule. UMasiapato uthi bangaphezu kuka-1 million abantu abadlule emingceleni engu 71 engenela kuleli kusukela mhlaka 26 March kuya kumhlaka-4 April. Usho kanje esithangamini sabezindaba izolo ePitoli ngenkathi ethula umbiko ngokusebenza […]

By: Buhle Mbhele UNobhala Jikelele we-Economic Freedom Fighters (EFF), uMarshall Dlamini, usetholwe enecala lokuhlasela iphoyisa ngenkathi bekhishwa ephalamende ngonyaka ka-2019 ngenkathi bephazamisa inkulumo kamengameli uCyril Ramaphosa. UDlamini ushaya uJohan Cartsten ngequpha ebusweni kwaphuka ibuko zakhe. eziphendulela enkantolo uDlamini uthi wayezama ukuvikela umholi wakhe uJulius Malema ngenkathi egxavunwa abezomthetho ephalamende. iphepha lezindaba iNews24 ibika ukuthi umantshi […]

By: Zilungile Mkhize The Social Research Foundation has revealed declining support for the ruling ANC just six weeks before the 29 May election. Media reports thats the poll suggests the uMkhonto we Sizwe party, backed by former president Jacob Zuma, may become the country’s third-largest. The foundation polled one-thousand-835 registered voters this month. The ANC’s […]

By: Zilungile Mkhize The widow of the late SACP leader, Dimpho Hani has criticised the current government, stating that it has failed her husband and the people. She lamented the lack of political will to address the country’s challenges, slamming the need for stage 16 load-shedding. Dimpo Hani has been speaking at the Chris Hani […]

By: Nompedulo Ngubane UMnyango WezeMpilo KwaZulu-Natal usuveze ukuthi usuqhamuke nesixazululo ngenkinga yodokotela abangaqashiwe. Lokhu kungemuva kokuthi odokotela beqhinqe ngaphandle kwenhloko yamahhovisi omnyango iNatalia Building ePietermaritzburg ngesonto eledlele. Labo dokotela baveze ukuthi ukungaqashwa kwabo akuyona kuphela inkinga kodwa nezimo ezibhekene no mnyango wezempilo nazo zidinga ukuthi zibhekwe. Umnyango ube sewuba nomhlangano nekomiti lodokotela nalapho uthe uzokhipha […]

By: Buhle Mbhele Police in Gauteng have made a breakthrough in the murder case of Kaizer Chief Defender Luke Fleurs. Six suspects have been arrested in connection to the footballer’s gruesome killing. The 24-year-old soccer player was shot and killed in a hijacking at a petrol station in the northwest of Johannesburg last week Wednesday. […]

By:  Bright Ntuli The uMkhonto weSizwe Party has welcomed the Electoral Court’s decision to set aside the objection by the Electoral Commission to bar Former President Jacob Zuma from running for Parliament. The Party has expressed that this means they can now proceed with the business of elections. Yesterday the Electoral Court sitting at the […]

By: Bright Ntuli Amaphoyisa KwaZulu-Natal athi seziyabonakala izithelo zomkhankaso wawo iOperation Shanela okuhloswe ngawo ukulwisana nobugebengu. Athi kulenyanga eyedlule nje iyodwa abophe abasolwa abangu-9 552 ngamacala ahlukenne, athola izibhamu ezingu-258. Aqhuba ngokuthi abangu-167 kulaba basolwa ngokubulala, kanti abangu-137 basolwa ngokuzama ukubulala. Oyisikhulumi samaphoyisa aseKZN uRobert Netshiunda uthi bazibophezele ukuqhubeka nokwenza konke okusemandleni ukugcina imiphakathi yakuleli […]

By: Zilungile Mkhize The Independent Police Investigative Directorate says it’s investigating incidents of alleged killings in shootouts between police and suspected criminals. In the last two days, IPID received reports of nine suspected criminals killed in KwaZulu-Natal and six in Mpumalanga. While the law permits police to defend themselves and others,  the police watchdog is […]

By: Bright Ntuli Oyisikhulu esiphezulu kwa-IEC, uSy Mamabolo, uthi ukusayindwa kwe-Electoral Code of Conduct kuyisibophezelo nesifungo sokuthi izinhlangano zepolitiki kanye namalungu azimele azongenela ukhetho azoziphatha kahle. UMamabolo usho kanje emcimbini oqhubeka eGallagher Estate eGauteng, wokusayindwa kwalesibophezelo. Uqhuba ngokuthi balinganiselwa ku-27 million abantu bakuleli ekulindeleke ukuthi bavote okhethweni oluzoba ngomhlaka 29 ku-May. UMamabolo uthi ukusayindwa kwalesibophezelo […]

By: Sithulile Mdletshe Former National Assembly Speaker, Nosiviwe Mapisa-Nqakula, has been granted R50 00  bail by the Pretoria Magistrate’s Court. She is accused of receiving kickbacks of more than 2 million rand. The state did not oppose bail, citing her medical condition and voluntary surrender to police. Mapisa-Nqakula asserts she is not a flight risk, […]

By: Nompendulo Ngubane Ikhansela laku-ward 1 kwaMpumuza ePietmaritzburg uKhulekani Msomi uthi isenzo somnyango weZoLimo esifundazweni saKwaZulu-Natal sokuphendula izimfuno zomphakathi sizokwenza omkhulu umehluko. Lokhu kulandela emva kokuthi uNgqongqoshe weZoLimo, uSuper Zuma, ehambele izakhamuzi ukuzinikeza izinhlelo zentuthuko okubalwa ukuvula idiphi lezinkomo, waphinda wanikela ngezitshalo. UMsomi uthi ngonyaka odlule izakhamuzi zacela usizo kuNgqongqoshe kanti ezinye zalezi zinhlelo bekuyizimpendulo […]

By: Staff Writer The Black Lawyers Association intends to discuss Judge Ratha Mokgoatlheng’s comments on black lawyers, following his reaction towards Defence lawyer Thulani Mngomezulu. This is after Mngomezulu failed to pitch up in the high court in Pretoria. Mokgoatlheng who is presiding over the Senzo Meyiwa trial,  unleashed his fury over Mngomezulu who had […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background