Author: Mduduzi Phungula

Page: 3

By: Sthulile Mdlestshe UNgqongqoshe kagesi uKgosientsho Ramokgopa uthi aseya ngokusimama amandla kagesi njengoba ethi njengamanje izinqolobane zabo sezinomthamo ongu-3 510 mega watts. URamokgopa uthi sebeyayibona imiphumela yomsebenzi asebewenzile wokulungiswa kweziphehlimandla zakwa-Eskom kulezinyanga ezingu-12 ezedlule. Uqhuba ngokuthi loku kubonakala nngokwehla kwezigaba zokucishwa kukagesi njengoba manje izwe liku-stage 2 no 3. Ekhuluma esithangamini sabezindaba eGoli uRamakgopa usekuvumile […]

By: Bright Ntuli Uphiko lwenhlangano yezepolitiki uMkhonto Wesizwe luthi kumele siqedwe nya isikhwama esixhasa abafundi ngezimali ezikhungweni zemfundo ephakeme u-NSFAS. Luthi abantu abamnyama kuleli babizwa ngababencishwe amathuba phambilini ngenxa yokuthi basahaqwe ububha, obudalwa uhulumeni wobandlululo. Luqhuba ngokuthi luyabeseka abafundi basenyuvesi iWits abahlele ukungenela isiteleka  esizovala thaqa lesikhungo namhlanje. Oyisikhulumi se-MK Youth League uNkateko Mkhabela uthi […]

By: Nompendulo Ngubane. Abazali nothisha besikole samabanga aphezulu iWestridge eMayville eThekwini sebekumise nse ukusebenza kwalesikole, bekhala ngezinsolo zokucwaswa ngokwebala uthishanhloko. Labothisha nabazali bafuna uthisha omkhulu aphume aphele emagcekeni alesi sikole. UNompendulo Ngubane uyabika.  

By: Bright Ntuli Owesifazane useboshiwe kulandela izinsolo zokubandakanyeka ekubulaweni komkhwenyana wakhe obeyiphoyisa. Lowesifazane oneminyaka engu-34 ubudala kubikwa ukuthi zimkhalele esemsebenzini esitolo esidayisa ukudla eWaterloo, enyakatho yeTheku. Isidumbu sika-Sakhile Mkhize owayeyiphoyisa satholwa sidindilize ezitebhisini eflathini ayehlala kulo nomsolwa ngo-June 2022. Oyisikhulumi samaphoyisa uRobert Netshiunda uthi umsolwa lona uyavela enkantolo kamantshi eVerulam enyakatho yeTheku namhlanje.

By: Xolani Khumalo Deputy President Paul Mashatile says the shortage of qualified and motivated teachers is not only a concern to South Africa, it is also a global concern. Mashatile was speaking at the 14th Policy Dialogue Forum of the International Task Force on Teachers for Education in Sandton, Johannesburg. The Task Force is a […]

By: Nompendulo Ngubane African National Congress (ANC) President Cyril Ramaphosa has promised members of the ruling party that one of their priorities is to tackle the high cost of living. Ramaphosa has been speaking during the party’s Mayihlome Manifesto launch at the Moses Mabhida stadium in Durban. The president says they will be focusing on […]

By: Buhle Mbhele ANC President Cyril Ramaphosa has arrived at Moses Mabhida Stadium to deliver the party’s Manifesto. He is joined by the national and provincial leadership of the party. The ANC is completing its last term as the governing party, making way for a new government to be voted in on 29 May when […]

By: Buhle Mbhele Izinkumbi zabalandeli be-ANC sezibuthene enkundleni yezemidlalo iMoses Mabhida eThekwini, ukuzoba ingxenye ye-Mayihlome Rally, yokwethula izethembiso zokhetho zalenhlangano. Kulindeleke ukuthi umengameli wayo i-ANC, uCyril Ramaphosa, kanye nabanye abaholi benhlangano abaphezulu bethule izinkulumo kungekudala, nabafisa ukuheha ngazo abavoti ngaphambo kokhetho lwangomhlaka-29 May. Njengamanje sixhumana nentatheli yeGagasiFM uBuhle Mbhele okhonake eMabhida. Buhle, ingabe bathini abalandeli […]

By: Zilungile Mkhize UMasipala weTheku uthi inkundla yezemidlalo iMoses Mabhida ilokhu ibonakala ihamba phambili emaqenjini ezombusazwe azogcina imicimbi yawo emikhulukazi yezokhetho, nothi kuyinto enhle kakhulu kwezomnotho welelidobha, nenkundla imbala. Namhlanje kulindeleke ukuthi iMabhida igcwale izinkumbi zabalandeli be-ANC, njengoba izokwethula izethembiso zayo zokhetho, iManifesto. UMasipala uthi wonke amalungiselelo abhekene neMoses Mabhida asephothuliwe futhi iTheku lilindele izinkumbi […]

By: Sthulile Mdletshe Finance Minister, Enoch Godongwana, has been accused of politicking and misleading the public in the Mid-Term Budget Policy Statement. Godongwane delivered the last budget of the 6th administration yesterday ahead of the 2024 national elections. Political parties have expressed how the Minister failed to focus on pressing issues as consumers are facing […]

By: Zilungile Mkhize Finance Minister, Enoch Godongwana, says load-shedding is a critical issue affecting all South Africans, disrupting production, operations, and livelihoods. Delivering the last budget of the 6th administration, the minister says reforming the energy sector would lead to long-term energy security. The minister says to promote further investments in renewable energy, this budget […]

By: Buhle Mbhele  Economic Freedom Fighters Leader Julius Malema delivered the 2024 election Manifesto at the Moses Mabhida Stadium on 10 February in Durban KwaZulu Natal. A 2019 manifesto with a tweak here and there, here’s what you need to know.  For the upcoming general elections, the party is running with the slogan Our Land […]

By: Zilungile Mkhize Hawks head Godfrey Lebeya says cash-in-transit heists are still a major problem for the country, as this type of crime continues to criple the economy. Lebeya has told a media briefing in Pretoria, that despite the many challenges in fighting cash heists, police are doing commendable work. He says the Hawks in […]

By: Zilungile Mkhize African National Congress (ANC) President Cyril Ramaphosa has promised that the ANC does have plans in place to ensure jobs are created for the country’s youth as well as people over the age of 35 in the country. Ramaphosa is addressing ANC supporters and volunteers who have gathered at JL Dube Stadium […]

By: Pamella Majola Umnyango wezemfundo eGauteng, usudalule izindaba ezishaqisayo ngokudutshulwa kukathisanhloko wesikole i-Primrose Primary,  edutshulwa umfundi wakulesikole oneminyaka engu-13 ubudala. Umnyango uthi lomfundi kanye nabangani bakhe, kuthiwa kade baqala behlela ukubulala uthishomkhulu. UNgqongqoshe wezemfundo kulesiyasifundazwe, uMatome Chiloane, uthi uphenyo lomnyango luthole ukuthi labafundi bebexhumana ngo-WhatsApp bakha itulo lokuthi uthisha lo, uzodutshulwa kanjani. Uthi abazali bomfundi […]

By: Sthulile Mdletshe Usihlalo we-IFP KwaZulu-Natal uThami Ntuli uthi bazoqhubeka nokulwela isithunzi samakhosi nawo azizwe ehloniphekile ngaphansi kwahulumeni wakulesisfundazwe. UNtuli uthi kubalulekile ukuvuselelwa kosiko lokuhlonishwa kwamakhosi njengoba kuhamba indlela ende ekusondezeni uhulumeni emphakathini. UNtuli ukhulume kanje kumbuthano we-IFP obuqhubeka eThekwini ngempelasonto   njengoba amaqembu ezepolitiki ematasa ekhankasela ukhetho lukazwelonke. UNtuli nokunguyena leli qembu elifolosa ngaye esikhundleni […]

By: Xolani Khumalo Police Minister Bheki Cele says he is encouraged by the decrease reported in rape cases in Inanda North of Durban. He says the cases of rape were down by 20 counts lower than the same period under review. The Minister of Police has presented the quarterly crime statistics, reflecting on crimes that […]

By: Xolani Khumalo The Democratic Alliance (DA) says it’s all systems go ahead of its national manifesto launch place tomorrow at the Union Buildings in Pretoria. The launch comes ahead of the 2024 national and general elections, a poll the opposition party says will mark a transition from corruption and state collapse. The party has […]

By: Nompendulo Ngubane UMasipala uMsunduzi usuthembise abahlali base-Greater Edendale ePietermaritzburg ukuthi uyazibophezela ekuphumeni nesixazululo mayelana nenkinga yezikweletu zamanzi nogesi ebhekene nalo mphakathi. Lo mphakathi ngaphansi kwe-Greater Edendale Rate Payers umashele eCity Hall okungamahhovisi kaMasipala ukhala ngemali eningi oyikhokhayo yamanzi nogesi ngenxa yokufundwa kwamamitha ngokuhlambisela. Abahlali bathi akuyono inkinga yabo ukuthi amanye alamamitha awasabonakali nokwenza ukuthi […]

By: Nompendulo Ngubane KZN Human Settlements MEC Sipho “KK” Nkosi says politics should not stand on the way of improving people’s lives in terms of effective service delivery. Nkosi has embarked on an ongoing operation Siyahlola campaign in Ugu District, South of the province, and identified numerous challenges. He says one of the most devastating […]

By: Pamella Majola UMengameli uCyril Ramphosa uthi inkulumo mpikiswano ebikade ikhona ephalamende nge-SONA itshengise ngokusobala ukuthi kunokwehlukana kwemibono okukhulu phakathi kwamaqembu ezombusazwe kuleli. URamaphosa usho kanje ephendula imbuzo yamalungu ephalamende mayelana nenkulumo yakhe ebhekiswe esizweni iSONA. UQhuba ngokuthi impilo yezakhamuzi zakuleli igugqukile, izinto azisafani nakuqala nathi kukhombisa ngokusobhala ukuthi uhulumeni uyawenza umsebenzi wawo.  

By: Xolani Khumalo Action Society has vowed to protect victims and calls for the removal of corrupt police officials, starting from the top with Minister Bheki Cele. They advocate for police reform and are intensifying efforts to purge the South African Police Service of criminal elements. The organisation has revealed a disconcerting statistic of 3981 […]

By: Buhle Mbhele EFF Leader Julius Malema has endorsed the party’s KZN chairperson Mongezi Thwala to garner support for the EFF in the province for the upcoming elections. He says he believes Thwala is capable of this task and puts it on him to ensure that the EFF secures majority of the votes in KZN. […]

By: Zilungile Mkhize Usihlalo we-IFP KwaZulu Natal uThami Ntuli usezwakalise ukudumala ngokwanda kwezigameko zokubulawa kwamakhansela nabaholi bezepolitiki kulesifundazwe. Lokhu kulandela ukubulawa kwekhansela leNkatha KwaNongoma enyakatho yesifundazwe, esigamekweni esishiye nabantwana ababili besikole belimele kanzima. Ngokusho kwamaphoyisa, abantu abangaziwabavulele ngenhlamvu kulelikhansela emgwaqeni uR618, ngesikhathi lisematasa lilekelela emotweni ebifile kuwo lomgwaqo. Athi labasolwa babe sebedubula bebhekise etekisini ebithwele […]

By: Bright Ntuli Ukhomishana wamaphoyisa kuzwelonke uFannie Masemola useyichithile imibiko yokuthi amaphoyisa awenzi lutho ukuqinisekisa ezokuphepha emiphakathini yakuleli. uMasemola usho kanje kulandela izikhalo ngezinkulungwane zamaphoyisa ajutshwe ukuqinisa ezokuphepha eCity Hall eKapa lapho umengameli uCyril Ramaphosa ezokwethula khona inkulumo yakhe ebhekiswe esizweni. Ekhuluma nezindaba ze-Gagasi FM khona eKapa uMasemola uthi nakuba liphezulu izinga lobugebengu emiphakathini kodwa […]

By: Staff Writer Umndeni wakwaKunene, endaweni yaKwaPhupha, eWillowfountain ngaphandle kwedolobha iPietermaritzburg, uthi usakhungathekile kulandela isigameko sokubulawa ngesihluku kukamama lalelikhaya. Umama wakulomndeni, obeneminyaka engu-56 ubudala, udutshulwe wabulawa umuntu ongaziwa emzini wakhe ngoMgqibelo ebusuku. UDawud Phungula uyabika.

By:  Buhle Mbhele Umengameli uCyril Ramaphosa useveze ukuthi iningi labantu ababandakanyeka ebugebengwini bezimayini ezingekho emthethweni, osomabhizinisi abaqavile futhi abangasibona bakuleli. Uthi uhulumeni usungule ithimba lamaphoyisa kanye nabanye bomthetho ukubhekana ngqo nalesihlava esesibe nomthelela omubi kwezomnotho wakueli, nokubeka imiphakathi eyakhelene nalezimayini engcupheni. URamaphosa usho lokhu ethula inkulumo yakhe engqungqutheleni i-Mining Indaba, neqhubeka eKapa namhlanje. Uthi abanye […]

By: Bright Ntuli Employment and Labour Minister Thulas Nxesi has announced a new National Minimum Wage determination from R25.42 to R27.58 for each ordinary hour worked. It will come into effect on the 1st of next month. The department’s spokesperson, Teboho Thejane, says the determination also includes the vulnerable sectors of farm workers and domestic […]

By: Menelisi Ndwandwe Njengoba umzuliswano wokugcina wokubhalisela ukuvota okhethweni lukazwelonke nolwezifundazwe ugoqwe izolo, izakhamuzi zaseMhlanga eNyakatho yeTheku zithi zona manje sezibheke ushintsho ngemuva kokhetho. Kuqopheke umlando-ke kulonyaka njengoba isibalo sababhalisele ukuvota sesifinyelele ku-27 million kuzwelonke. Lokhu kuyizinkomba zokuthi lolukhetho luzobe lungolushube kakhulu kwazise angaphezu kuka-300 amaqembu ezepolitiki asohlwini lakwa-IEC azoqhudelana. Lezizakhamuzi, zithi zizifikele mathupha esikhungweni […]

By: Nompendulo Ngubane The ANC says cases of some of the people who were implicated in the state capture report compiled by the Zondo Commission, have been handed over to the party’s disciplinary committee for hearing. The party’s Secretary General Fikile Mbalula says the committee is also looking into about 90 other people who are […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background