Author: Mduduzi Phungula

Page: 5

By: Pamella Majola Usekela Mengameli, uPaul Mashatile, usenxuse abantu besilisa, kusuka ebafaneni abasakhula ukuthi badlale indima yokuba ngabavikeli kanye nabantu abaqotho emphakathini, nasemakhaya abo. Uthi ukukhuthaza nokufundisa abafanyana abasakhula ngokuziphatha kahle nokuvikela labo ababuthaka, kungasiza empini ekhona yokunqanda udlame lobulili i-Gender Based Violence. UMashatile ubekhuluma emcimbini wokwethula ngokuphelele uhlelo lokulwa ne-GBV, ngesikhathi kuqhubeka iPhalamende labantu […]

By: Pamella Majola The Independent Electoral Commission (IEC) says it is satisfied with the past weekend’s voter registration, which saw young people between the ages 16 and 29, turn up in their numbers. A total of 78.3 % of newly registered voters fall in this category. IEC chief executive officer Sy Mamabolo has told a […]

By: Pamella Majola IKhabinethi likazwelonke selinxuse abantu abangakubhaliselanga ukuvota kulempelasonto esiphuma kuyo, ukuthi basebenzise ezobucwepheshe babhalise nabo. Lokhu kwenzeka njengoba ngonyaka ozayo kuzovotelwa uhulumemi kazwelonke kanye nowezifundazwe. UNgqongqoshe ehhovisi likaMongameli uKhumbudzo Ntshavheni uthi ukubhalisa ngezobucwepheshe kulula futhi kuyashesha. UNtshavheni ekhuluma esithangameni sabezindaba usebeke kanje.  

By: Zilungile Mkhize The Police Ministry has revealed that close to 7000 people have been murdered in this country between July and September this year. The police’s top brass has been briefing Parliament this morning, on the country’s crime statistics for the second quarter of 2023. Major General Norman Sikhukhune says this figure is a […]

By: Sthulile Mdletshe Inhlangano yamatekisi i-Santaco ithi izoqinisa isandla ukulawula ukuthi obani abangathutha izingane zesikole. I-Santaco ithi lokhu kuzoqinisekisa ukuthi izithuthi zabantwana zilandela yonke imigomo efanele yemigwaqo nephephile Ukusho lokhu njengoba zivele zikhona izithuthi ezivumelekile ekuthuthweni kwabantwana ezisemthethweni nezibonakala ngeziqeshana zakulezo zindawo eziqhamuka kuzo. Ekhuluma ohlelweni lweGagasi FM oyimenenja ehhovisi le-Santaco KwaZulu-Natal, u-Sfiso Shangase,uthi kuhlolwe […]

By: Dawud Phungula Amaphoyisa KwaZulu-Natal aphenya isigameko sokudubula kanye nengozi yemoto eyenzeke kuthelawayeka u-N3, ngasenxanxatheleni yezitolo i-Pavillion. Kulesisgameko kudubuleke kwashona umuntu oyedwa kwabe sekulimala abantu abangu-4 abekade begibele emotweni ebikade igibele isisulu. Okhulumela I-ALS Paramedics, uGarrith Jamieson, uthi okwamanje akwaziwa ukuthi ingabe yini imbangela yalokhu kuhlasela. UJamieson uyanaba.  

By: Sthulile Mdletshe Isikhulu samaphoyisa esathatha umhlalaphansi sesitshele iPhalamende ukuthi i-State Security Agency besimanqika ukubhekana nenkohlakalo kwa-Eskom U-Jap Burger usho kanje ethula ubufakazi bakhe phambi kwekomidi elibhekele ukusebenza kwezimali zahulumeni. IKomidi i-SCOPA liphenya ngezinsolo ezenziwe ngowayeyisikhulu sakwa-Eskom, u-Andre de Ruyter, ngo-Ephreli ngaphambi kokuthi asule. Igama lika-Burger laqhamuka ngo-De Ruyter, ethi amacala enkohlakalo eyenzeka kwa-Eskom wayewabika […]

By: Bright Ntuli Oyisishoshovu esilwisana nobugebengu, uYusuf Abramjee, usexwayise umphakathi ukuthi uqaphele njengoba ethi zingahle zande izenzo zobugebengu ngesikhathi samaholidi okuphela konyaka. Uqhuba ngokuthi kumanje ubugebengu okubalwa kubo ukuhlaselwa kwabantu, ukugqekezwa kwemizi kanjalo namabhizinisi, ukuphangwa, ukudunwa kwezimoto kanye nokuqhunyiswa kwama-ATM sebenzeka njalo ngomzuzu. UAbramjee uthi zonke ke lezinhlobo zobugengu zivame ukwanda ngesikhathi samaholidi kaNcibijane.   […]

By: Sithabile Majola SA Google Director, Alistair Mokoena, says the company will exclude SA crime hotspots in their navigation app. This as Tourism Minister Patricia De Lille signed an agreement with tech giant, Google which will provide safe routes for tourists visiting South Africa. Mokoena says they are not only basing the app on tourists […]

By: Sthabile Majola Usihlalo wenhlangano yabahlali i-South African National Civics Organisation (SANCO), uMusa Mkhize, uthi umphakathi wakwa Ximba entshonalanga yeTheku usashaqekile kulandela ukushona kwengane egwilize emfuleni. Ukhuluma kanje emuva kokushona komfanyana oneminyaka engu-14 ubudala ominze emfuleni uMsunduzi ngenkathi ethunywe ukuyokha amanzi ngoLwesihlanu. Umphakathi wakuleyandawo sekuphele iminyaka emibili ungenawo amanzi aphuma kompompi nosekuholele ekutheni uwakhe emfuleni, […]

By: Pamella Majola INkantolo yesiFunda yaseMpangeni enyakatho yeKwaZulu-Natal isigwebe umlisa iminyaka engu-26 ngecala lokudlwengula kanye nelokuzama ukubulala ingane eneminyaka engu-6 ubudala. Imibiko isiveze ukuthi ingane yayithunywe esitolo yabe isihlangana nalomlisa oneminyaka engu-21 ubudala nowayengumngani kababa wayo. Wayidonsela ehlathini wayidlwengula wayishiya lapho ezitshela ukuthi uyibulele. Okhulumela uphiko lwezokushushisa i-National Prosecuting Authority  (NPA), uNatasha Ramkisson-Kara uthi bayasamukela […]

By: Sthulile Mdletshe UNgqongqoshe wezeMfundo ePhakeme, u-Blade Nzimande, uthi umnyango wakhe ususungule inhlangano ebizwa nge-Higher Health, nokuhloswe ngayo ukubhekana nodlame nezinye izinkinga ezithinta abafundi kanjalo nabasebenzi. Usho kanje ephawula ngesigameko sasenyuvesi i-Cape Peninsula, eWestern Cape, lapho owesifazane ofunda kulesikhungo egwazwe khona yisoka lakhe. Lo wesifazane kubikwa ukuthi uyalulama esibhedlela kanti umsolwa lo, obeyisitshudeni senyuvesi engumakhelwane, […]

By: Sthulile Mdletshe Inkantolo yeMantshi yaseRandburg isithole owayengumsakazi u-Ngizwe Mchunu, engenacala emacaleni okudala udlame nokuphula umthetho wokulawulwa kwezinhlekelele. UMchunu ubebhekene namacala okuphehla udweshu ngo-Julayi 2021 ngokugqugquzela abantu bakuleli ukuba baqhubeke batape noma bacekele phansi impahla Phezu kwalamacala bekukhona nelokuphikisana nomthetho owawunqanda ukuhlangana kwabantu abaningi ngesikhathi kubheduke ukhuvethe emhlabeni jikelele. UMchunu utholakale emsulwa kuwo wonke lamacala […]

By: Xolani Khumalo Sesisale enkundleni isigebengu esisodwa ngesikhathi izigelekeqe zidubulana namaphoyisa Ezimangweni eNanda, eNyakatho yeTheku. Lesigameko senzeke namhlanje ekuseni, lapho amaphoyisa ethole umkhondo ngendawo lapho ekucashe khona izigebengu ezifunwa uthuli ngamacala anzima ekubalwa kuwo nawokubulala. Kuthe uma amaphoyisa efika kulomuzi ahlangabezwa izinhlavu, edutshulwa abasolwa,  amaphoyisa abe eseziphindiselela. Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal, uJay Naicker, uthi ngokophenyo olungakaphothulwa […]

By: Pamella Majola UNdunankulu waKwaZulu-Natal uNomusa Dube Ncube uthi sekunezindawo ezine ezingaphansi kwaMasipala wesifunda Ugu eningizimu yeKZN esezihlomulile ohlelweni lukahulumeni lokufakelwa iWifi. Usho kanje ekhuluma nomphakathi walomaspala, nalapho ewazise khona ngezinhlelo zentuthuko kanye nezindlela zokuqhamuka namathuba angcono okwakha imisebenzi. UDube Ncube uthi basebenza ngokuzikhandla njengohulumeni ukuthi iKZN yonke ihlomule kuloluhlelo, kungabi abantu abasemadolobheni kuphela, kodwa […]

By: Buhle Mbhele Unobhala we-African National Congress (ANC) KwaZulu Natal, uBheki Mtolo, uthi beyiqembu abanakho neze ukungabaza ukuthi bazonqoba kukhetho lukazwelonke ngonyaka ozayo Uthi alikho iqembu elinabalandeli eKZN njenge-ANC ingakho bezithemba ukuthi bazoqhubeka nokubusa kulesifundazwe. UMtolo usho lokhu kwisithangami sabezindaba eThekwini emahhovisi akomkhulu eANC Ube esekubeka kwacaca ukuthi abanavalo kanti futhi angeke basatshiswe amaqembu amancane […]

By: Zilungile Mkhize UNgqongqoshe wezeziMali u-Enoch Godongwana useqinisekise izakhamuzi ukuthi nakanjani labo abahola imali yesibonelelo sabantu abangasebenzi basazoqhubeka nokuyihola lemali esinye isikhathi esingangonyaka. Uthi sekubekwe eceleni u-34-million wamarandi ukuze kwelulwe isikhathi sokuholwa kwalesibonelelo. UGodongwana udalule lezindaba ephalamende ngesikhathi ethula isabelo mali, sekota yokugcina yonyaka. Lesimemezelo besilindelwe kakhulu yilabo abahlomula ngalemali ukuxosha ikati eziko njengoba bese […]

By: Nompendulo Ngubane Ukuqinisekisa ezokuphepha embonini yezokuthutha kwaMpumuza ePietermaritzburg omunye wososeshini bamatekisi iZwartkop Taxi Association sewethule ngokusemthethweni inkampani yonogada ezoqinisekisa ukuphepha embonini. Ovela kwiZwartkop Taxi Association uThami Mbanjwa uthi inhloso yalokhu ukuqinisekisa ukuthi abagibeli kanjalo nomphakathi bazizwa bephephile uma besebenzisa izithuthi. Emhlangaweni obubanjwe yilososesheni kanye nezinye izinhlaka zomphakathi kugqame ukuhlalela ovalweni komphakathi ngenxa yokwanda kobugebengu  […]

By: Dawud Phungula The Johannesburg Magistrate’s Court has dropped the case against fake doctor Matthew Lani. The NPA confirmed Lani has been released from custody after the matter was not placed on the court roll. The Gauteng Health Department opened a criminal case against Lani earlier this month. He was arrested on Sunday night after […]

By: Xolani Khumalo Abasolwa abangu-4 abebethungathwa ngamaphoyisa sebesale enkundleni ngesikhathi bedubulana namaphoyisa eNanda, ngase Dube Village, enyakatho yeTheku. Ithimba lamaphoyisa okubalwa awophiko lwe-NIU, eloklebe kanye namanye izolo ebusuku ligasele emzini othile ebekucashe kuwo lezigelekeqe ebezifunwa uthuli ngamacala ahlukahlukene nokubalwa kuwo nawokubulala. Amaphoyisa athi kuthe uma efika kulomuzi ahlangabezana nezinhlamvu edutshulwa yilabasolwa, abe eseziphindiselela kwashona abangu-4 […]

By: Bright Ntuli President Cyril Ramaphosa has declared the 15th of December a public holiday in celebration of the Springboks winning the Rugby World Cup for a record fourth time. This is also in celebration of the achievements of other sports men and women including the Proteas and Banyana Banyana. In addressing the nation yesterday […]

By: Sthulile Mdletshe Basic Education Minister Angie Motskega says examination centers are well prepared for load shedding ahead of the National Senior Certificate exams. This as Grade 12 learners are scheduled to kick off their National Senior Certificate Exams today. Motshekga briefed the media ahead of the Matric Exams which begin today until the 6th […]

By: Nompendulo Ngubane UNgqongqoshe wezeMfundo KwaZulu-Natal, uMbali Frazer, usenxuse abazali ukuthi babambe iqhaza elikhulu ukulekelela kanjalo nokweseka abantwana babo njengoba bezoqala izivivinyo zokuphela konyaka. UNgqongqoshe usho kanje esithangamini sabezindaba mayelana nezinhlelo zomnyango zokulungiselela izivivinyo njengoba ethi sebekulungele ukubhalisa umatikuletsheni. UFrazer usephinde wanxusa nemiphakathi ukuthi ingakuphazamisi ukuqhubeka kokuhlolwa kwabafundi ngokubamba imibhikisho yezidingo zomphakathi. UNgqongqoshe uFrazer usho […]

By: Zilungile Mkhize Inkantolo iNorth Gauteng High Court ekuqulwa kuyo icala lokubulawa kuka Senzo Meyiwa, seyithole ubufakazi belinye futhi iphoyisa obuveza ukuthi umsolwa wesibili uBongani Ntanzi wasibhala isitatimende ezivumela yena ukuthi wamubulala uMeyiwa. Ufakazi wombuso uColonel Mohale Raphadu, uthi lesitatimende esifungelwe senziwa ngemuva kwezinsuku ezintathu nje kuphela uNtanzi eboshiwe mhlaka 16 June 2020. Uthi umsolwa […]

By: Nompendulo Ngubane KwaZulu-Natal Economic Development and Environmental Affairs MEC, Siboniso Duma has announced that Durban will no longer be hosting the South African Music Awards (SAMA). Opposition parties raised eyebrows about the R28 million rands that was set to fund the event, which was expected to take place in Durban next month, in November. […]

By: Bright Ntuli UNgqongqoshe wezokuPhepha koMphakathi KwaZulu-Natal, uSipho Hlomuka, usexwayise umphakathi ngokuzithathela umthetho ngezandla njengoba ethi abenza lokhu bangase bakhalelwe ngamasongo kasigonyela. UHlomuka usho kanje kulandela ukudutshulwa kubulawe abantu abangu-7 izolo KwaMashu enyakatho yeTheku besolwa ngokuba yizigebengu ebese zibe wuhlupho emphakathini. Ngokombiko wamaphoyisa izidumbu zalaba zitholwe zidindilize ngaphansi kwebhuloho lesitimela ekhoneni lemigwaqo uMalandela no M25 […]

By: Zilungile Mkhize Owesifazane womdabu waseNdiya osolwa ngokubulala uninakhulu wakhe eVerulam enyakatho yeTheku, usegcine elithwesiwe icala ngalesenzo. Lona wesimame, uDeandra Naidoo oneminyaka engu 27 ubudala, ubhekene necala lokusoconga lesaguga ngo 2015, isidumbu saso esatholwa ngumzukulu ekhaya laso ngoDecember wawo lowonyaka. Yize sekuphele iminyaka engu-8, kuphenywa lelicala, uNaidoo zigcine sezimkhalele, wabe esededelwa ngebheyili ka R5000 enkantolo […]

By: Samkelo Gambushe World Rugby has announced that a formal investigation is underway into Springbok hooker Bongi Mbonambi’s alleged racial remark directed at England’s Tom Curry during Saturday’s World Cup semi-final in Paris. After England led for the entire of the match, the Springboks won the semifinal 16-15. The governing body has stated that it […]

By: Buhle Mbhele Economic Freedom Fighters (EFF) leader, Julius Malema, has accused President Cyril Ramaphosa of secretly supporting the Israel government attacking Palestine. He claims Ramaphosa benefits from Israel both in his capacity as the head of state and leader of the governing party, the African National Congres. Malema made these allegations while addressing his […]

By: Nompendulo Ngubane The Electoral Commission in KwaZulu-Natal says political tolerance remains one of the challenges faced by the province. The commission says the continuous killing of politicians taking place, especially in this province indicates that there is little to no tolerance among the political parties. The Provincial Electoral Officer in the province, Ntombifuthi Masinga, […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background