Author: Mduduzi Phungula

Page: 7

By: Sthulile Mdletshe Inkantolo yeMantshi yaseRandburg isithole owayengumsakazi u-Ngizwe Mchunu, engenacala emacaleni okudala udlame nokuphula umthetho wokulawulwa kwezinhlekelele. UMchunu ubebhekene namacala okuphehla udweshu ngo-Julayi 2021 ngokugqugquzela abantu bakuleli ukuba baqhubeke batape noma bacekele phansi impahla Phezu kwalamacala bekukhona nelokuphikisana nomthetho owawunqanda ukuhlangana kwabantu abaningi ngesikhathi kubheduke ukhuvethe emhlabeni jikelele. UMchunu utholakale emsulwa kuwo wonke lamacala […]

By: Xolani Khumalo Sesisale enkundleni isigebengu esisodwa ngesikhathi izigelekeqe zidubulana namaphoyisa Ezimangweni eNanda, eNyakatho yeTheku. Lesigameko senzeke namhlanje ekuseni, lapho amaphoyisa ethole umkhondo ngendawo lapho ekucashe khona izigebengu ezifunwa uthuli ngamacala anzima ekubalwa kuwo nawokubulala. Kuthe uma amaphoyisa efika kulomuzi ahlangabezwa izinhlavu, edutshulwa abasolwa,  amaphoyisa abe eseziphindiselela. Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal, uJay Naicker, uthi ngokophenyo olungakaphothulwa […]

By: Pamella Majola UNdunankulu waKwaZulu-Natal uNomusa Dube Ncube uthi sekunezindawo ezine ezingaphansi kwaMasipala wesifunda Ugu eningizimu yeKZN esezihlomulile ohlelweni lukahulumeni lokufakelwa iWifi. Usho kanje ekhuluma nomphakathi walomaspala, nalapho ewazise khona ngezinhlelo zentuthuko kanye nezindlela zokuqhamuka namathuba angcono okwakha imisebenzi. UDube Ncube uthi basebenza ngokuzikhandla njengohulumeni ukuthi iKZN yonke ihlomule kuloluhlelo, kungabi abantu abasemadolobheni kuphela, kodwa […]

By: Buhle Mbhele Unobhala we-African National Congress (ANC) KwaZulu Natal, uBheki Mtolo, uthi beyiqembu abanakho neze ukungabaza ukuthi bazonqoba kukhetho lukazwelonke ngonyaka ozayo Uthi alikho iqembu elinabalandeli eKZN njenge-ANC ingakho bezithemba ukuthi bazoqhubeka nokubusa kulesifundazwe. UMtolo usho lokhu kwisithangami sabezindaba eThekwini emahhovisi akomkhulu eANC Ube esekubeka kwacaca ukuthi abanavalo kanti futhi angeke basatshiswe amaqembu amancane […]

By: Zilungile Mkhize UNgqongqoshe wezeziMali u-Enoch Godongwana useqinisekise izakhamuzi ukuthi nakanjani labo abahola imali yesibonelelo sabantu abangasebenzi basazoqhubeka nokuyihola lemali esinye isikhathi esingangonyaka. Uthi sekubekwe eceleni u-34-million wamarandi ukuze kwelulwe isikhathi sokuholwa kwalesibonelelo. UGodongwana udalule lezindaba ephalamende ngesikhathi ethula isabelo mali, sekota yokugcina yonyaka. Lesimemezelo besilindelwe kakhulu yilabo abahlomula ngalemali ukuxosha ikati eziko njengoba bese […]

By: Nompendulo Ngubane Ukuqinisekisa ezokuphepha embonini yezokuthutha kwaMpumuza ePietermaritzburg omunye wososeshini bamatekisi iZwartkop Taxi Association sewethule ngokusemthethweni inkampani yonogada ezoqinisekisa ukuphepha embonini. Ovela kwiZwartkop Taxi Association uThami Mbanjwa uthi inhloso yalokhu ukuqinisekisa ukuthi abagibeli kanjalo nomphakathi bazizwa bephephile uma besebenzisa izithuthi. Emhlangaweni obubanjwe yilososesheni kanye nezinye izinhlaka zomphakathi kugqame ukuhlalela ovalweni komphakathi ngenxa yokwanda kobugebengu  […]

By: Dawud Phungula The Johannesburg Magistrate’s Court has dropped the case against fake doctor Matthew Lani. The NPA confirmed Lani has been released from custody after the matter was not placed on the court roll. The Gauteng Health Department opened a criminal case against Lani earlier this month. He was arrested on Sunday night after […]

By: Xolani Khumalo Abasolwa abangu-4 abebethungathwa ngamaphoyisa sebesale enkundleni ngesikhathi bedubulana namaphoyisa eNanda, ngase Dube Village, enyakatho yeTheku. Ithimba lamaphoyisa okubalwa awophiko lwe-NIU, eloklebe kanye namanye izolo ebusuku ligasele emzini othile ebekucashe kuwo lezigelekeqe ebezifunwa uthuli ngamacala ahlukahlukene nokubalwa kuwo nawokubulala. Amaphoyisa athi kuthe uma efika kulomuzi ahlangabezana nezinhlamvu edutshulwa yilabasolwa, abe eseziphindiselela kwashona abangu-4 […]

By: Bright Ntuli President Cyril Ramaphosa has declared the 15th of December a public holiday in celebration of the Springboks winning the Rugby World Cup for a record fourth time. This is also in celebration of the achievements of other sports men and women including the Proteas and Banyana Banyana. In addressing the nation yesterday […]

By: Sthulile Mdletshe Basic Education Minister Angie Motskega says examination centers are well prepared for load shedding ahead of the National Senior Certificate exams. This as Grade 12 learners are scheduled to kick off their National Senior Certificate Exams today. Motshekga briefed the media ahead of the Matric Exams which begin today until the 6th […]

By: Nompendulo Ngubane UNgqongqoshe wezeMfundo KwaZulu-Natal, uMbali Frazer, usenxuse abazali ukuthi babambe iqhaza elikhulu ukulekelela kanjalo nokweseka abantwana babo njengoba bezoqala izivivinyo zokuphela konyaka. UNgqongqoshe usho kanje esithangamini sabezindaba mayelana nezinhlelo zomnyango zokulungiselela izivivinyo njengoba ethi sebekulungele ukubhalisa umatikuletsheni. UFrazer usephinde wanxusa nemiphakathi ukuthi ingakuphazamisi ukuqhubeka kokuhlolwa kwabafundi ngokubamba imibhikisho yezidingo zomphakathi. UNgqongqoshe uFrazer usho […]

By: Zilungile Mkhize Inkantolo iNorth Gauteng High Court ekuqulwa kuyo icala lokubulawa kuka Senzo Meyiwa, seyithole ubufakazi belinye futhi iphoyisa obuveza ukuthi umsolwa wesibili uBongani Ntanzi wasibhala isitatimende ezivumela yena ukuthi wamubulala uMeyiwa. Ufakazi wombuso uColonel Mohale Raphadu, uthi lesitatimende esifungelwe senziwa ngemuva kwezinsuku ezintathu nje kuphela uNtanzi eboshiwe mhlaka 16 June 2020. Uthi umsolwa […]

By: Nompendulo Ngubane KwaZulu-Natal Economic Development and Environmental Affairs MEC, Siboniso Duma has announced that Durban will no longer be hosting the South African Music Awards (SAMA). Opposition parties raised eyebrows about the R28 million rands that was set to fund the event, which was expected to take place in Durban next month, in November. […]

By: Bright Ntuli UNgqongqoshe wezokuPhepha koMphakathi KwaZulu-Natal, uSipho Hlomuka, usexwayise umphakathi ngokuzithathela umthetho ngezandla njengoba ethi abenza lokhu bangase bakhalelwe ngamasongo kasigonyela. UHlomuka usho kanje kulandela ukudutshulwa kubulawe abantu abangu-7 izolo KwaMashu enyakatho yeTheku besolwa ngokuba yizigebengu ebese zibe wuhlupho emphakathini. Ngokombiko wamaphoyisa izidumbu zalaba zitholwe zidindilize ngaphansi kwebhuloho lesitimela ekhoneni lemigwaqo uMalandela no M25 […]

By: Zilungile Mkhize Owesifazane womdabu waseNdiya osolwa ngokubulala uninakhulu wakhe eVerulam enyakatho yeTheku, usegcine elithwesiwe icala ngalesenzo. Lona wesimame, uDeandra Naidoo oneminyaka engu 27 ubudala, ubhekene necala lokusoconga lesaguga ngo 2015, isidumbu saso esatholwa ngumzukulu ekhaya laso ngoDecember wawo lowonyaka. Yize sekuphele iminyaka engu-8, kuphenywa lelicala, uNaidoo zigcine sezimkhalele, wabe esededelwa ngebheyili ka R5000 enkantolo […]

By: Samkelo Gambushe World Rugby has announced that a formal investigation is underway into Springbok hooker Bongi Mbonambi’s alleged racial remark directed at England’s Tom Curry during Saturday’s World Cup semi-final in Paris. After England led for the entire of the match, the Springboks won the semifinal 16-15. The governing body has stated that it […]

By: Buhle Mbhele Economic Freedom Fighters (EFF) leader, Julius Malema, has accused President Cyril Ramaphosa of secretly supporting the Israel government attacking Palestine. He claims Ramaphosa benefits from Israel both in his capacity as the head of state and leader of the governing party, the African National Congres. Malema made these allegations while addressing his […]

By: Nompendulo Ngubane The Electoral Commission in KwaZulu-Natal says political tolerance remains one of the challenges faced by the province. The commission says the continuous killing of politicians taking place, especially in this province indicates that there is little to no tolerance among the political parties. The Provincial Electoral Officer in the province, Ntombifuthi Masinga, […]

By: Buhle Mbhele The Africa Health Research Institute has set 2030 as the year South Africa might know its fate around the cure for Tuberculosis. This will be based on the results from the clinical trials the researchers from the school are conducting currently. AHRI is a leading academy and health company currently doing research […]

By: Xolani Khumalo UMnyango wezokuBusa ngokuBambisana  uthi ithimba lawo elibhekele izinhlekelele limatasa lilekelela labo abakhahlanyezwe yizimvula ezinamandla ezihlasele izindawo ezisenyakatho yeKwaZulu-Natal. Lezimvula zidlule nemiphefumumo yabantu abangu-4 eMtubatuba , zacekela phansi nengqalasizinda ekubalwa kuyo nezintambo zikagesi, imigwaqo kanye nezimoto. Endaweni yakwa Somkhele kanye naKwaMyeki kubikwa ukuthi izindlu ezingaphezu kwa-70 ezibhidlikile, ezinye zapheshukelwa wuphahla. Okhulumela umnyango uSiboniso Mngadi […]

By: Pamella Majola IPhalamende seliqalile ukuba nenkulumo mpikiswano mayelana nozongena njengomvikeli womphakathi omusha. Sekuvele kwaqubuka umsindo khona ephalamende ngesikhathi umholi we-Democratic Alliance, uJohn Steenhuisen, ethathana nosomlomo, uNosiwe Maphisa Nqakula, omyalele ukuthi ahlale phansi ngesikhathi ephakama ezwakalisa ukunganami kwakhe ngokukhonjwa indlela kwelungu le-DA, uGlynnis Breytenbach, esolwa ngokuphazamisa. UMapisa Nqakula uxoshe uBreytenbach emva kwenkulumo abeyithula nalapho edalule […]

By: Buhle Mbhele The South African Democratic Teachers Union (SADTU) has warned the government over their demands. The union says should their memorandum of demands being handed over to the KwaZulu Natal office are not met they will escalate their demonstrations. SADTU is leading a March in Durban Central this afternoon over several issues faced […]

By: Sthabile Majola At least 5.2 million young people in South Africa mostly in KwaZulu-Natal and Gauteng do not attend school. This after the census released the latest statistics results claiming that more than 200 thousand more pupils have stopped attending. The Programme Director for the Zero Dropout Campaign, Merle Mansfield, says pupils leave school […]

By: Buhle Mbhele Umengameli uCyril Ramaphosa useqinisekise ukuseka inqubo yokuletha ukuthula Phakathi kwe Israel ne Palestine. U-Ramaphosa unxusa amzwe ngamazwe ukuthi angenelele futhi asheshise uxhaso lwabo. Lokhu njengoba sekushone abantu abangaphezulu kwezinkulungwane ezimbili kanti abangaphezu kwezinkulungwane ezintathu abasenazo indawo zokuhlala. Okhulumela umengameli uVincent Magwenya uthi iningizimu afrika ikulungele ukusiza ekutheni kutholakale isixazululo kelempi ngaphandle kokuchema […]

By: Nompendulo Ngubane Abafundi besikole samabanga aphezulu iSukuma Comprehensive, eMbali Unit 1, ePietermaritzburg, sebevuke umbhejazane bamisa ukusebenza komgwaqo uFJ Sithole kulelilokishi ngoba befuna umnyango wezeMfundo ungenelele ezinkingeni ababhekene nazo. Labafundi bakhala ngokungabi nakho ukudla kulesiskole kusukela ngoMsombuluko, kanti lesiskole sesiphinde sacishelwa ugesi ngenxa yokuthi umnyango wezeMfundo awuyikhokhile ingxenye yemali okufanele ukuhlangabezana nalezindleko. Kumanje ukufunda sekume […]

By: Bright Ntuli The South African Weather Service  (SAWS) has warned of severe thunderstorms for KwaZulu-Natal, the Free State, the Northern Cape, and the North West today. It says this could lead to localized damage to infrastructure and settlements. The N3 Toll Concession operations manager, Thania Dhoogra, says difficult driving conditions may be experienced along […]

By: Buhle Mbhele Calls for the government’s intense intervention in spaza shops owned by migrants are increasing. The latest comes from the anti-migrant group, Operation Dudula which plans to mobilize for these stores to be shut down. This comes in the wake of school children consuming foods purchased at local spaza shops particularly in Gauteng […]

By: Sthulile Mdletshe Sekubekhona ukubambezeleka eNkantolo yeMantshi yaseBloemfontein ekuqulweni kwecala likaThabo Bester ngemuva kokuthi uNandipha Magudumana equleke esitokisini samaphoyisa. UBester , uMagudumane nabasolwa abangu-11 bavele kulenkantolo namuhla. Labasolwa babhekane namacala ngokuhlukana okubalwa kuwona inkohlakalo, ukusiza isiboshwa ngokweqa kanye nokweba isidumbu. Kuzokhumbuleka ukuthi uBester weqa ejele laseMangaung eBloemfontein ngonyaka ka-2022 nalapho ayedonsa khona udilikajele. Namanje akukacaci […]

By: Xolani Khumalo The eThekwini Municipality is rolling out a Driver’s Licence Programme that will benefit 142 applicants in the pilot phase of this project. The municipality is engaging with driving school executives to bring them on board and work with them in rolling out this programme. The municipality’s spokesperson, Gugu Sisilana, says this means […]

By: Zilungile Mkhize The Health Professionals Council of South Africa says it is taking steps to address the growing problem of bogus doctors infiltrating the healthcare system. This comes after the Gauteng Department of Health took legal action against a bogus TikTok doctor, famously known as Dr Matthew Lani. It is alleged that Lani stole […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background