Author: Mduduzi Phungula

Page: 6

By: Buhle Mbhele The Africa Health Research Institute has set 2030 as the year South Africa might know its fate around the cure for Tuberculosis. This will be based on the results from the clinical trials the researchers from the school are conducting currently. AHRI is a leading academy and health company currently doing research […]

By: Xolani Khumalo UMnyango wezokuBusa ngokuBambisana  uthi ithimba lawo elibhekele izinhlekelele limatasa lilekelela labo abakhahlanyezwe yizimvula ezinamandla ezihlasele izindawo ezisenyakatho yeKwaZulu-Natal. Lezimvula zidlule nemiphefumumo yabantu abangu-4 eMtubatuba , zacekela phansi nengqalasizinda ekubalwa kuyo nezintambo zikagesi, imigwaqo kanye nezimoto. Endaweni yakwa Somkhele kanye naKwaMyeki kubikwa ukuthi izindlu ezingaphezu kwa-70 ezibhidlikile, ezinye zapheshukelwa wuphahla. Okhulumela umnyango uSiboniso Mngadi […]

By: Pamella Majola IPhalamende seliqalile ukuba nenkulumo mpikiswano mayelana nozongena njengomvikeli womphakathi omusha. Sekuvele kwaqubuka umsindo khona ephalamende ngesikhathi umholi we-Democratic Alliance, uJohn Steenhuisen, ethathana nosomlomo, uNosiwe Maphisa Nqakula, omyalele ukuthi ahlale phansi ngesikhathi ephakama ezwakalisa ukunganami kwakhe ngokukhonjwa indlela kwelungu le-DA, uGlynnis Breytenbach, esolwa ngokuphazamisa. UMapisa Nqakula uxoshe uBreytenbach emva kwenkulumo abeyithula nalapho edalule […]

By: Buhle Mbhele The South African Democratic Teachers Union (SADTU) has warned the government over their demands. The union says should their memorandum of demands being handed over to the KwaZulu Natal office are not met they will escalate their demonstrations. SADTU is leading a March in Durban Central this afternoon over several issues faced […]

By: Sthabile Majola At least 5.2 million young people in South Africa mostly in KwaZulu-Natal and Gauteng do not attend school. This after the census released the latest statistics results claiming that more than 200 thousand more pupils have stopped attending. The Programme Director for the Zero Dropout Campaign, Merle Mansfield, says pupils leave school […]

By: Buhle Mbhele Umengameli uCyril Ramaphosa useqinisekise ukuseka inqubo yokuletha ukuthula Phakathi kwe Israel ne Palestine. U-Ramaphosa unxusa amzwe ngamazwe ukuthi angenelele futhi asheshise uxhaso lwabo. Lokhu njengoba sekushone abantu abangaphezulu kwezinkulungwane ezimbili kanti abangaphezu kwezinkulungwane ezintathu abasenazo indawo zokuhlala. Okhulumela umengameli uVincent Magwenya uthi iningizimu afrika ikulungele ukusiza ekutheni kutholakale isixazululo kelempi ngaphandle kokuchema […]

By: Nompendulo Ngubane Abafundi besikole samabanga aphezulu iSukuma Comprehensive, eMbali Unit 1, ePietermaritzburg, sebevuke umbhejazane bamisa ukusebenza komgwaqo uFJ Sithole kulelilokishi ngoba befuna umnyango wezeMfundo ungenelele ezinkingeni ababhekene nazo. Labafundi bakhala ngokungabi nakho ukudla kulesiskole kusukela ngoMsombuluko, kanti lesiskole sesiphinde sacishelwa ugesi ngenxa yokuthi umnyango wezeMfundo awuyikhokhile ingxenye yemali okufanele ukuhlangabezana nalezindleko. Kumanje ukufunda sekume […]

By: Bright Ntuli The South African Weather Service  (SAWS) has warned of severe thunderstorms for KwaZulu-Natal, the Free State, the Northern Cape, and the North West today. It says this could lead to localized damage to infrastructure and settlements. The N3 Toll Concession operations manager, Thania Dhoogra, says difficult driving conditions may be experienced along […]

By: Buhle Mbhele Calls for the government’s intense intervention in spaza shops owned by migrants are increasing. The latest comes from the anti-migrant group, Operation Dudula which plans to mobilize for these stores to be shut down. This comes in the wake of school children consuming foods purchased at local spaza shops particularly in Gauteng […]

By: Sthulile Mdletshe Sekubekhona ukubambezeleka eNkantolo yeMantshi yaseBloemfontein ekuqulweni kwecala likaThabo Bester ngemuva kokuthi uNandipha Magudumana equleke esitokisini samaphoyisa. UBester , uMagudumane nabasolwa abangu-11 bavele kulenkantolo namuhla. Labasolwa babhekane namacala ngokuhlukana okubalwa kuwona inkohlakalo, ukusiza isiboshwa ngokweqa kanye nokweba isidumbu. Kuzokhumbuleka ukuthi uBester weqa ejele laseMangaung eBloemfontein ngonyaka ka-2022 nalapho ayedonsa khona udilikajele. Namanje akukacaci […]

By: Xolani Khumalo The eThekwini Municipality is rolling out a Driver’s Licence Programme that will benefit 142 applicants in the pilot phase of this project. The municipality is engaging with driving school executives to bring them on board and work with them in rolling out this programme. The municipality’s spokesperson, Gugu Sisilana, says this means […]

By: Zilungile Mkhize The Health Professionals Council of South Africa says it is taking steps to address the growing problem of bogus doctors infiltrating the healthcare system. This comes after the Gauteng Department of Health took legal action against a bogus TikTok doctor, famously known as Dr Matthew Lani. It is alleged that Lani stole […]

By: Sthulile Mdletshe I-Road Accident Fund ithi uhlelo olusha lokukhokhela izisulu zezingozi emgwaqeni seluzothatha izinyanga ezintathu kuphela. Lesi sikhungo sithi lokhu kuzosiza ekunciphiseni izigameko ezithinta abameli abadla imali yezicelo zabantu abasuke belimele. Phambilini uhlelo lokukhokhwa kwezimali zabantu abahlangabezane nezingozi zomgwaqo beluthatha iminyaka abanye igcine iphelele kubameli lemali begayitholi. Oyiskhulu kwa-RAF u-Collins Letsolae uthi okunye abakuqaphelile […]

By: Nompendulo Ngubane UNgqongqoshe wezokuHlaliswa kwaBantu KwaZulu-Natal, uSipho KK Nkosi, uthi kuyinto ebalulekile ukuthi njengomnyango bangezwa ngabantu kodwa bazibonele baphinde bazihlolele ukuthi ngabe izinhlelo zomnyango zihamba ngendlela efanele yini. UNkosi usho kanje ngenkathi ehambele indawo yase Trusteed ngaphansi kukaMasipala wesifunda uMshwathi phakathi nesifundazwe ukuhlola ukuthi ngabe uhlelo lokwakhela izindlu omakadebona bombutho wezimpi luhamba kanjani. Kumanje […]

By: Buhle Mbhele Umhlaziyi wezepolitiki uZakhele Ndlovu uthi i-African National Congress (ANC)  iyamdinga owayengumengameli walenhlangano uJacob Zuma esifundazweni sakwaKwaZulu Natal njengoba kuyiwa okhethweni ngonyaka ozayo. UNdlovu uthi yingakho iqembu elibusayo njalo uma lithola ithuba, lihlezi likugcizelela ukuthi konke kuhamba kahle phakathi kwabaholi beqembu kanye no Zuma. Lomhlaziyi usebeke kanje engxoxweni yakhe nezindaba zeGagasi FM ngenkulumo […]

By: Sthulile Mdletshe I-South African Communist Party (SACP) ithi izinkinga eziningi ezibhekene neNgizimu Afrika zidalwa ukuthi ipolitiki isiphenduke umdlalo kanti futhi sekwaba indlela noma ngubani akwazi ukuzizuzela ngayo ephaketheni lakhe. UNobhala Jikelele, u-Solly Mapaila, uthi lokhu kubonakala kakhulu ezikhungweni zahulumeni lapho usuku nosuku kutholakala iziphathimandla zithinteka kwinkohlakalo Kuzokhumbuleka ukuthi amakhomanisi ake ahlongoza ukuzimela nokuhlubuka ekubeni […]

By: Buhle Mbhele Electricity Minister Kgosientsho Ramokgopa says South Africa is not out of the woods when it comes to load shedding. He says though he continues to attempt doing away with power cuts, the country is still going to have load shedding. Ramokgopa made this statement during an update briefing in Pretoria this morning […]

By: Xolani Khumalo UNobhala jikelele we-African National Congress (ANC), uFikile Mbalula, usekhumbuze abalandeli beqembu ngamagalelo alenhlangano kusukela kwaphatha uHulumeni wentando yeningi. UMbalula ubekhuluma emcimbini wenhlangano obuse-Harry Gwala Stadium ePietermaritzburg . Lomcimbi bekuhloswe ngawo ukubheka ibanga eselihanjwe i-ANC, kanjalo nokuhlaziya izethembiso elazenza kusukela ngo-2019, i-Manifesto Review. Ekhuluma nezinkumbi zabantu ebezithamele lombuthano, uMbalula usebeke kanje.

By: Buhle Mbhele South Africa will have a weekend of less power cuts as Eskom reduces load Shedding between today and Sunday. The embattled power utility says the country will continue with stage 2 till stage 5 tomorrow morning. Then it will be reduced to stage 1 till 5 Sunday morning. Spokesperson Daphne Mokwena says […]

By: Sthulile Mdletshe Usihlalo we-Santaco  KwaZulu-Natal uBoy Zondi usekuchithile ukuthi lemboni yamatekisi icheme nohulumeni we-African National Congress (ANC) kuzo zonke izinqumo ezithathayo UZondi usho kanje ephendula imbuzo yamalunga omphakathi ekhuluma ne-Gagasi FM Lokhu kulandela imashi eyayihlelwe i-Economic Freedom Fighters eyayihlose ukulwisana nokuntuleka kwemisebenzi ukunyuka kwezinga lokuphila kanye nokunye. Ngosuku lwalemashi kwama nse ukusebenza ezifundeni ezahlukene […]

By: Xolani Khumalo Two people were shot and killed in an incident that happened in Umlazi on the Mangosuthu highway near the Magistrate Court, South of Durban. Paramedics attended to the scene where two men were seated in a car and were found to have sustained multiple gunshot wounds. ALS paramedics spokesperson Garrieth Jameson explains. […]

By: Buhle Mbhele Former eThekwini Mayor Zandile Gumede is set to return to the Durban High Court this morning for the multi-million-rand corruption trial. She is accused alongside 21 others which include former municipality workers and ANC councillors. They are being linked to a corruption case that costs over R300 000 0000 that the state […]

By: Sthulile Mdletshe UNgqongqoshe wezokuThutha kuzwelonke, uSindi Chikunga, usegcizelele ukubaluleka kokugcina ezezokuphepha kwezindiza zakuleli zisesimweni esihle. UChikunga usho kanje ngenkathi ethula inyanga yezokuthutha. Ekhuluma nezindaba zeGagasi FM uthi lapha eNingizimu Africa kwagcina ukuthi kube nengozi yebhanoyi ngo 1987 esigamekweni ekwashona kuso abagibeli abangu-159. Uqhuba ngokuthi umnotho wakuleli ngeke ukwazi ukumelana nesimo sezingozi emabhanoyini ngakho kubalulekile […]

By: Nompendulo Ngubane UMeya kaMasipala wesifunda uMgungundlovu, uMzi Zuma, uthi uzama ukulwa nodlame, ubugebengu kanye nesihlava esidlangile sokubulawa kwamakhansela ePietermaritzburg. Uthi banethemba lokuthi ukunyathela kweNkosi YamaNazaretha uNyazi Lwezulu kulendawo kuzowenza umehluko. UZuma usho kanjena nje inkosi yamaNazaretha ihambele kulelidolobha ukuzoletha umkhuleko kanye nezibusiso ngenhloso yokuthi kube nokuthula, kwehle nezinga lobugebengu. UMeya uZuma uthi ukusebenzisana phakathi […]

By: Nhlanhla Mbokazi Amalungu ebandla lamaNazaretha kanye nomphakathi waseWillowfountain, ePietermaritzburg, aphume ngobuningi bawo ngesikhathi umholi waleli bandla ohlangothini lwaseBuhleni, Inkosi Mduduzi “Nyazilwezulu” Shembe ehambele le ndawo ezoletha umkhuleko. UNyazilwezulu luqale ngokuhambela ithempeli i-Thulani lapho amalungu alelibandla kanye namalungu omphakathi ebezothamela khona inkonzo yasekuseni. Lube seludlulela ekhaya laloyo owayengungqongqoshe wezempilo kuzwelonke, uZweli Mkhize. Ekhuluma nezindaba ze-Gagasi […]

By: Nompendulo Ngubane The Department of Health in the province has launched an urgent investigation after a distressing video surfaced on social media depicting the assault of a 13-year-old boy by security guards at Ladysmith Hospital. The viral video shows the boy being assaulted in his hospital bed. Department spokesperson Mdu Ncalane says the guards […]

By: Buhle Mbhele Umnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal usudlulise amazwi enduduzo emndenini wezingane ezingu-4 ezishone engozini yemoto eGroenvlei enyakatho yesifundazwe. Lengozi kubikwa ukuthi yenzeke ezintathakusa ngesonto ngesikhathi lezingane zibuyela emakhaya emva komshado obungempelasonto. Kanti ezinye ezingu-11 kubikwa ukuthi zilimale kanzima zaphuthunyiswa ezibhedlela. Imibiko iveza ukuthi lezingane beyizingxenye yeqembu lendlamu ebeliyogida emshadweni. Oyisikhulumi soMnyango, uMuzi Mahlambi, uthi uNgqongqoshe […]

By: Bright Ntuli UNdunankulu waKwaZulu Natal, uNomusa Dube-Ncube, usesigxekile isenzo sokuhlukunyezwa kwabantu abadala ngoba besolwa ngokuthakatha. UDube Ncube usho kanje ngenkathi ehambele umcimbi wokubungaza ogogo nomkhululu esifundeni uMkhanyakude enyakatho yesifundazwe. Uqhuba ngokuthi kuyichilo ukuthi kube khona abantu abadala abathola ukuhlukumezeka, basolwe ngokuthakatha ekubeni benezifo eziphazamisa ingqondo, nokubalwa kuzo idementia ne-alzheimer. UNdunankulu usephinde waxolisa ke nangokubambezeleka […]

By: Sthulile Mdletshe UNgqongqoshe kaGesi, uKgosientsho Ramokgopa uthi azosimama amandla kagesi  kulandela ukubuya ngokuphelele kwemishini ephehla amandla kagesi esiteshini sagesi esikhulukazi iKusile. URamakgopa uthi imishini yaku-unit 3 khona eKusile ibikade icishiwe khona izolungiswa ngokwezinhlelo zokulungisa ingqalasizinda efile. Kuzokhumbuleka ukuthi u-unit 3 ubuyingxenye yamayunithi ebekade elungiswa kulandela ukuwohloka kwawo ngo-Okthoba 2022. URamakgopa uthi uyaqhubeka umsebenzi wokulungisa […]

By: Bright Ntuli South Africa may reportedly have more kidnapping cases than recorded, as experts warn that the numbers don’t add up because many cases go unreported. According to the South African Police Service’s latest crime statistics, 3854 reported kidnapping cases were recorded between April and June this year alone. Kidnapping incident manager at TSU […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background