Sezimukhalele Owesikhombisa Ecaleni Lokubulawa Kuka-AKA

Written by on 28 February, 2024

By: Xolani Khumalo

Amaphoyisa KwaZulu-Natal aseqinisekisile ukuthi asebophe umsolwa wesikhombisa obefunwa uthuli ngamaphoyisa nobandakanyekayo ecaleni lokubulala umculi uKienan ‘AKA’ Forbes kanye nomngani wakhe uTebello ‘Tibz’ Motsoane.

Izolo ebusuku uNgqongqoshe wamaphoyisa umemezele ukuboshwa kwabayisithupha abathinteka kulelicala, kanti amaphoyisa esifundazwe asebenze ubusuku bonke ukuthola lo oseboshiwe njengamanje.

Ukuboshwa kwakhe kuza phansi kwamaHora angu-24 uNgqongqoshe enze isimemezelo sokuboshwa kwalaba abangu-6.

Okhulumela amaphoyisa esifundazweni uRobert Netshiunda yachaza.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background