Author: Mduduzi Phungula

Page: 4

By: Sthulile Mdletshe President Cyril Ramaphosa has applauded the South African National Defence Force for lending a hand in the building of 134 Welisizwe bridges in six provinces. The R3.3 billion project was announced by Ramaphosa in his State of the Nation address last year as government’s initiative aimed at addressing the backlog of bridges […]

By: Xolani Khumalo EThekwini mayor, Mxolisi Kaunda, has narrowly survived a motion of no confidence against him. Of the 209 councillors present at a council meeting in Durban, 109 opposed the motion, two abstained and 98 supported it. The IFP filed the motion in November last year, supported by the DA  citing service delivery issues […]

By: Xolani Khumalo Three suspects have been shot and killed during a shootout with police in the early hours of this morning. The group of suspects were allegedly involved in serious crimes including murders committed in the Inanda area north of Durban. Police say they received intelligence that led them to where suspects were hiding […]

By: Dawud Phungula UNgqongqoshe wezokuHlaliswa kwaBantu KwaZulu-Natal, uSipho KK Nkosi,  uthi njengomnyango bafuna ukuqinisekisa ukuthi osonkontileka bakhela abantu bakuleli izindlu ezisezingeni. Usho kanje kade eyovula ngokusemthethweni uMuzi womndeni wakwaMbili kwaCele, okhalweni eningizimu nesifundazwe. UNkosi uthi ukuphepha kwabantu abakhelwa izindlu kubalulekile, ingakho bengeke balenze iphutha lokuvumela ukuthi kwakhiwe izindlu ezingekho ezingeni. Ekhuluma nezindaba zeGagasi usebeke kanje.

By: Dawud Phungula Iqembu le-IFP kwaZulu-Natal selimemezele uThami Ntuli njengaloyo ozomela iqembu esikhundleni sikaNdunankulu wesifundazwe. Leliqembu lenze lesisimemezelo kwisithangami sabezindaba esibanjelwe ehhovisi le-IFP eThekwini. OnguMengameli we-IFP uVelenkosini Hlabisa uthi akukaze kube khona zihibe ngesikhathi kuphakanyiswa uNtuli ekutheni kube nguye ozongena kulesisikhundla uma lenhlangano inqoba ukhetho lwezifundazwe. Uqhuba ngokuthi amava akhe azodlala indima enkulu ukufukula isfundazwe […]

By: Pamella Majola UNobhala Jikelele we-African National Congress, uFikile Mbalula, uthi isinqumo abasithathile njengenhlangano sokumisa owayenguMengameli wayo uJacob Zuma, kube ngesifanele futhi esiphusile. Usho kanje ngenkathi ethulela abezindaba isinqumo sesigungu esiphezulu salenhlangano iNEC, nokumisa ubulungu bukaZuma eqenjini, kulandela isimemezelo sakhe sokuzibandakanya nemikhankaso yenye inhlangano, uMkhonto Wesizwe. UMbalula uthi bazama ngezindlela ezahlukene ukuyilwa eyokuthi kuvulwe iqembu […]

By: Nhlanhla Mbokazi Sekume nse ukufunda esikoleni samabanga aphansi i-Silwanetshe Primary School, eWillowfountain, ePietermaritzburg, njengoba abazali bezingane sebevale amasango akulesikole bekhala ngokuthi othisha abazifundisi izingane. Othisha sekuphoqeleke ukuthi bahlale ezimotweni zabo ngenxa yokuthi amasango avalwe thaqa. Labazali bathi bakhathazekile ngekusasa lezingane zabo njengoba bethi othisha abazifundisi abathi kwenza kube nzima uma benza umsebenzi wesikole wasekhaya, […]

By: Zilungile Mkhize Usekela Ndunankulu kaZulu, inkosi Phathisizwe Chiliza, nomenyezelwe njengongena kulesiskhundla yisilo samabandla, uthi uzosiphathisa okwezikhali zamantungwa lesikhundla aqokelwe kuso. Isilo uMisuzulu kaZwelithini sidalule ngesinqumo saso emcimbini wesikhumbuzo sempi yaseSandlwana, eyenzeka ngo-January kunyaka ka-1879 eNquthu enyakatho yesifundazwe. Siphinde samemezela noThulasizwe Buthelezi, noyiMeya yaseZululand District ukuthi nguye uNdunankulu kaZulu omusha. UChiliza uthi uzosebenza ngokuzikhandla nokuzimisela […]

By: Buhle Mbhele The African National Congress (ANC) is today expected to announce the action that will be taken against former party President Jacob Zuma following its 3-day national executive committee meetings in Johannesburg. Zuma’s decision to campaign for the newly formed political party uMkhonto WeSizwe while remaining a member of the ANC has been […]

By: Xolani Kumalo UNgoti wezomthetho uMpumelelo Zikalala uthi akukho okusolisayo ngesinqumo sesikhungo esibhekelela ezokhetho i-IEC sokuvimba owayenguMongameli wakuleli uJacob Zuma ukuthi amele inhlangano uMkhonto Wesizwe ephalamende okhethweni esibheke kulo. UZikalala uthi isiqeshana somthetho uSection 47 E olawula ezokhetho, sikubeka kucace ukuthi umuntu oseke wagixabezwa ngesigwebo esingaphezu kwezinyanga ezingu-12, kungafunakalanga nanhlawulo kuye akuvumelekile ukuthi abambe ehhovisini […]

By: Staff Writer The South African Democratic Teachers Union has expressed growing concerns about the insufficient number of teachers in schools. Speaking to eNCA, General Secretary Mugwena Maluleke highlighted the ongoing imbalance in the learner-to-teacher ratio, resulting in overcrowded classrooms. He emphasises the need for national and provincial treasuries to prioritise education as a crucial […]

By: Buhle Mbhele KwaZulu Natal Education MEC Mbali Fraser says her office is prepared to deal with inclement weather repercussions in schools. She says as heavy rains continue to pour, the department is ready to attend to any damages and prevent further disruptions as the school year starts. Fraser made these remarks while speaking to […]

By: Zilungile Mkhize Amaphoyisa KwaZulu-Natal athi aseqale uphenyo mayelana nesigameko sokudutshulwa kulinyazwe owesilisa nendodana yakhe eChatsworth, eningizimu esentshonalanga neTheku. Ngokusho kwamaphoyisa laba bahlaselwe ngabantu abangaziwa nabebezobaduna imoto. Amaphoyisa athi umlisa lo, kanye nendodana yakhe bavinjwe emgwaqeni uFlorence Nightingale Drive, ngamadoda athize abehamba ngenye imoto, avele avulela ngenhlamvu. Okhulumela amaphoyisa uRobert Netshiunda, uthi bathe bangathola imoto, […]

By: Dawud Phungula Umphakathi waseNtshanga, entshonalanga yeTheku uthi ufuna kwenzeke ubulungiswa agwetshwe umlisa oyiphoyisa osolwa ngokubulala owayengunkosikazi wakhe aphinde abenguthisha uThobeka Msomi. Lomphakathi usho kanje ngenkathi uphume ngobuningi bawo ukuya enkantolo yamajaji ePietermaritzburg lapho kuqhubeka khona ukuqulwa kwalelicala eselithathe iminyaka. UMsomi wadutshulwa washona ekhaya lakhe eliseNtshanga ngonyaka ka-2022 ngemuva kwengxabano eyabakhona nomsolwa. Ngokwemibiko yabezindaba umsolwa […]

By: Zilungile Mkhize The Department of Health has urged South Africans to remain on high alert for possible imported cholera cases from neighbouring Zimbabwe, encouraging people to ensure their water sources are clean. The neighbouring country is currently battling an outbreak of the disease which has so far claimed over 200 lives. Two cases have […]

By: Dawud Phungula Iphini likaSekela Ngqongqoshe emnyangweni Wezokuhlaliswa Kwabantu kuleli, UPam Tshwete, selinxuse amasosha alwela inkululeko yakuleli ukuthi abhalise ohlelweni lokuthi athole izindlu ngokusemthethweni. Usho kanje njengoba amasosha eMilitary Veterans eminyakeni engu-5 eyedlule angena ngodli emaflethini abizwa nge-Aloe Ridge, eWestgate eMgungundlovu ekhala ngokuthi sekuneminyaka engu-30 athenjiswa izindlu uhulumeni. Lamasosha aqhuba aveza ukuthi angeke ayendawo uma […]

By: Sthabile Majola Umphathi Omkhulu wesikhungo esibhekelela imiphumela kaMatikuletsheni, uMalusi, uMafu Ramoketsi usekuqinisekisile ukuthi sebekulungele ukukhipha imiphumela ka-Matric 2023 ngomhlaka 18 kuJanuary. Ukhuluma kanje nje, izinkulungwane zabafundi zilindele ukuthola imiphumela yazo ngoLwesihlanu mhlaka 19. URamoketsi uthi amaphepha abo ezivivinyo zokugcina, ahlolisisiwe kahle ngesikhathi emakwa ukuze baqinisekise ukuthi anesigxivizo esivela kuMALUSI. Uthi abantu kumele bakhululeke uma […]

By: Buhle Mbhele The Cooperative Governance department in KwaZulu Natal has confirmed that all beaches in the north of eThekwini and some in the southern region are closed due to inclement weather destruction. Spokesperson Siboniso Mngadi says this is a precautionary measure put in place by the municipality. According to the city’s reports,  it indicates […]

By: Staff Writer Umalusi, the Quality Council for General and Further Education and Training has confirmed the arrest of 11 suspects from various parts of the country, including Limpopo and Pretoria, for selling fake matric certificates. Briefing the media on the assessment of matric results ahead of the scheduled release on Friday 19th January, Umalusi […]

By: Zilungile Mkhize UHulumeni waseNingizimu Afrika usunxuse iNkantolo yezobulungiswa yamazwe, nehlezi eThe Hague eNetherlands, ukuba ibhekisise isimo sempi nokubulawa kwabantu okuqhubeka eGaza. Ngesikhathi kuqala ukulalelwa kwecala elifakwe yiNingizimu Afrika, umeluleki wezomthetho u-Adila Hassim, wethule ibalazwe, elibonisa izinyathelo ze-Israel ezivimbela impilo eGaza. Unxuse inkantolo ukuthi ingasikhiphi isinqumo ngokubulawa kohlanga oluthize, kodwa ivume ukwephulwa kwesivumelwano sokubulawa kwabantu. […]

By: Dawud Phungula Izisulu zezikhukhula ezihlala e-Indoor Sports Complex, eLadysmith enyakatho yeKwaZulu-Natal, zithi impilo inzima njengoba zilahlekelwe yikho konke ebezikade zinakho. Lezi sulu ezilinganiselwa ku-70 zithi sekuyinhlalayenza ukuba zibhekane nenkinga efanayo uma kuke kwaba nezimvula ezinamandla. Zithi ziyafisa kube khona iziphathimandla ezikwenzayo ukuqinisekisa ukuthi abantu bayaphuma kulolusizi njengoba abanye beveze ukuthi njengoba izingane zibuyela ezikole […]

By: Sthulile Mdletshe Usihlalo we-African National Congress (ANC) kuzwelonke uGwede Mantashe, usegxeke uNobhala-Jikelele walenhlangano uFikile Mbalula, ngokuphumela obala ngesinyathelo senhlangano sokuqamba amanga ukuze kuvikeleke owayenguMengameli uJacob Zuma ngesikhathi kunezinsolo zenkohlakalo ezazithinta umuzi wakhe oseNkandla enyakatho yeKwaZulu-Natal. Isenzo sikaMbalula sokuphumela obala ngaloludaba, sesigxekwe kakhulu, ngamanye amalungu eANC ethi singaba nomthelela ongemuhle njengoba kuyiwa okhethweni nje. Amaqembu […]

By: Zilungile Mkhize The Inkatha Freedom Party (IFP) says the doctor unemployment crisis is no ordinary crisis but a reality of the already deteriorating healthcare system in South Africa. This comes as the South African Medical Association Trade Union claims more than 800 qualified doctors are unemployed due to budget constraints in the Health Department. […]

By: Pamella Majola UMengameli we-African National Congress (ANC), uCyril Ramaphosa, useziphikile izinsolo zokuthi uphuthunyiswe esibhedlela izolo ekuseni ngenxa yokungaphatheki kahle empilweni. URamaphosa usho kanje ekhuluma nabezindaba eMpumalanga, nokuyilapho iqembu elibusayo ligubha khona iminyaka engu- 12 lasungulwa. NgoMgqibeo mhla zingu-13 kwephezulu, i-ANC ilindele izinkumbi zabalandeli bayo ukuthi bazobhiyoza nayo eMbombela, khona eMpumalanga kumgubho we-January 8 Statement. […]

By: Xolani Khumalo UNobhala jikelele we-African National Congress (ANC), uFikile Mbalula, ugadle wakhomba ngenjumbane loyo owayenguMongameli wezwe, uJacob Zuma, emgxeka ngeqembu elisha loMkhonto Wesizwe aselikhankasela. UMbalula uthi umbutho wesizwe umfukamlile uZuma wamvikele yize ebekade enamacala amaningi kodwa manje yena useyawujikela ekugcineni. Ekhuluma nabalandeli be-ANC ngemuva kokuphothulwa komhlangano wesigungu esiphezulu se-ANC i-NEC eMbombela eMpumalanga ubeke kanje. […]

By: Sthulile Mdletshe Deputy Minister of Health Sbongiseni Dlomo says teenage pregnancy is still a major concern for his department and is becoming a national crisis. Adolescent pregnancy is increasing at an alarming rate in the country, as 30% of teenage girls in South Africa fall pregnant and more than 65% of these are unplanned […]

By: Sthulile Mdletshe I-Phalamende likazwelonke, selizwakalise ukukhathazeka okukhulu mayelana nezingozi ezimbi ezilokhu zenzeka emigwaqeni yaseNingizimu Afrika ngalesi sikhathi samaholidi kaKhisimusi. Bangaphezu kuka-700 abantu asebeshonile ezingozini zomgwaqo kusukela kuqale amaholidi kaKhisimusi, kanti isfundazwe saseGauteng isona esihamba phambili. Ngokwezibalo ezithulwe uNgqongqoshe wezokuThutha uSindisiwe Chikunga ukugcwala ngokweqile kwabagibeli, ukushayela budedengu nokushyela uphuzile kube nomthelela kulezi zingozi zakamuva. Okhulumela […]

By: Pamella Majola South African voters have been warned against digital disinformation as the country prepares for next year’s elections. The Independent Electoral Commission worries that if left unchecked, it could undermine the credibility of the elections. There are fears that voters will fall for AI-generated fake videos, depicting the faces and voices of high-profile […]

By: Staff Writer Alokhe engenile amazwi enduduzo kumndeni wakwaNgema kulandela ukushona kwengwazi yombhali wemidlalo yeshashalazi, nobewaziwa kakhulu ngomdlalo iSarafina, uMbongeni Ngema. UNgema ushone ngoLwesithathu ebsuku engozini yemoto kade ebuya emngcwabeni eLusikisiki, e-Eastern Cape. UNgema owazalwa ngo-1955 eVerulam, KwaZulu-Natal, waqala umsebenzi wakhe wokuba ngumdlali weshashalazi edlala isigici wabe eseduma ngemdlalo yakhe yeshashalaz i-Sarafina neWoza Albert neyawina […]

By:  Sthulile Mdletshe I-National Liquor Traders Association ithi imiphakathi nayo kumele idlale indima ibhekane nokusetshenziswa kabi kotshwala emiphakathini yabo kulesi sikhathi samaholide. Owalenhlangano, uLucky Ntimane, usho kanje njengoba bengaphezu kwa-2500 abantu ababoshelwe uphuzo oludakayo ezweni lonke selokhu kuqale inyanga ya December. Kanti ke bangaphezu kuka-850 abantu ababoshelwe ukushayela bephuzile. UNtimane, ekhuluma nesiteshi sethelevishini uthi njengabadayisi […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background