Author: Mduduzi Phungula

Page: 2

By: Sthulile Mdletshe Umholi weNkatha Freedom Party (IFP), u-Velenkosini Hlabisa, uthi iqembu le-African National Congress kuzomele libanike ubufakazi bokuthi ngempela kwaba amalunga e-IFP ahlasela ashaya abantu be-ANC kwaCeza enyakatho ye-KZN ngempelasonto eyedlule. Lokhu kulandela isigameko phakathi kwasihlalo we-ANC, uSiboniso Duma noNdunankulu wakwaZulu, uThulasizwe Buthelezi, esenzeka emcimbi wokukhumbula iSilo uDinuzulu kaCetshwayo Udaba lukaDuma lusasematheni emva kokuthi […]

By: Bright Ntuli UNgqongqoshe kagesi, uKgosientsho Ramakgopa, usenxuse abantu bakuleli ukuthi behlise amaphaphu njengoba ethi ayilona iqiniso imibiko ethi inkampani kagesi uEskom ilengela eweni. URamakgopa uthi banezinhlelo ezisebenzayo zokunciphisa ukucishwa kukagesi izikhawu i-load-shedding. Uqhuba ngokuthi kunesidingo esikhulu sokuthi kube nezindlela ezihlukene noma ezinhlobonhlobo zokuphehla amandla kagesi kungagxilwa emalahleni kuphela. URamakgopa uthi ukusebenzisa inuzi, igas, kanjalo […]

By: Buhle Mbhele I-African National Congress KwaZulu-Natal ithi ayisamukeli isikhundla sikaNdunankulu wesizwe samaZulu uThulasizwe Buthelezi ngokukahulumeni. Unobhala waleli qembu esifundazweni, uBheki Mtolo, uthi abakuqondisisi ukuthi uButhelezi uhlonishwa kanjani emcimbi kahulumeni ekubeni umthetho waseNingizimu Afrika ungamniki indawo. UMtolo usho lokhu esithangami sabezindaba eThekwini namhlanje. Iqembu elibusayo belizochaza kabanzi ngesenzo sika sihlalo walo uKZN uSiboniso Duma ngempelasonto […]

By: Xolani Khumalo Liyaqhubeka nokuqulwa enkantolo icala lombango wegama ekubhaliswe ngalo iqembu elisha lezepolitiki uMkhonto Wesizwe Party elesekwa ngowayenguMongameli we-ANC uJacob Zuma. Njengamanje inkantolo yezokhetho eBloemfontein ilalele lelicala elifakwe i-ANC kulenkantolo. Kanti ummeli we-ANC uSesi Baloyi usezwakale esesijika isizathu iANC esizele kulenkantolo njengoba ethi empeleni iANC ayiphikisani negama loMkhonto Wesizwe kanye nezimpawu ezisetshenziswe ileliqembu. Kodwa […]

By: Buhle Mbhele The Inkatha Freedom Party has condemned the African National Congress (ANC) for accusing it of attacking its members at a government event in KwaCeza in Nongoma in the northern part of KwaZulu-Natal. The ANC says the victims were targeted by IFP supporters after they were allegedly incited by the prime minister of […]

By: Zilungile Mkhize Umfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi, i-Cosatu, uthi ukwakhiwa kabusha nokukhula kwe South African Airways (SAA) kuzodinga ubuholi obuqotho futhi obusheshayo kanye nokuphathwa ngendlela efanele kwalenkampani yamabhanoyi. Ithi uma i-SAA ihlinzekwe ngalokhu, futhi ivikelwe nasenkohlakalweni, kanye nakho konke okwaholela ekutheni iwe bhu phansi, ingakwazi ukundlondlobala futhi. Okhulumela iCosatu uMatthew Parks, uthi bazofuna umhlangano ophuthumayo nohulumeni […]

By: Xolani Khumalo Inyunyana yabasebenzi bakaMaspala i-SAMWU ithi ukuxoshwa kwabasebenzi bayo kuzobuyisela emuva impumelelo yezingxoxo zokubuyisana  nokudala uzinzo kulandela isiteleka esibekhona. Bangu-80 abasebenzi asebexoshiwe abazibandakanye nesiteleka esingekho emthethweni esidonse cishe amaviki amathathu. Kanti kuboshwe abangu 25 badedelwa ngebheyili R2000 umuntu ngamunye kulandela ukuvela kwabo enkantolo. Lesisitekela salabasebenzi abebefuna ukunyuselwa amaholo sigcine siba nodlame, noluholele ekutheni […]

By: Bright Ntuli The National Assembly has passed the Electricity Regulation Amendment Bill, with 234 votes in favour, including the African National Congress (ANC) and the Democratic Alliance (DA), and 25 votes against. The bill makes provision for the establishment of a state-owned Transmission System Operator, that will amongst other things create an open-market platform […]

By: Nompendulo Ngubane Umphakathi waseGreytown, eningizimu neKwaZulu-Natal usunxuse uhulumeni wesifundazwe ukuthi uwunake nawo mayelana nezindaba eziqondene nesinxephezelo somhlaba. Lomphakathi uthi kusukela ngonyaka ka-1998 uzama ukulungisa ukuthi uthole isinxephezelo ngomhlaba wawo okwakhiwa kuwona amapulazi. Namuhla lomphakathi umashela ehhovisi likaNdunankulu ngenhloso yokudlulisa uhla lwezikhalo zayo uphinde ucele ukuthi leli hhovisi lingenelele kulolu daba oseludonse iminyaka. Okhulumela umphakathi […]

By: Pamella Majola IKhomishana eyangamele ezokhetho I-IEC ithi isaqhubeka nokwenza uphenyo mayelana nohlu oluphutshukile lwabantu abazongenela ukhetho lukazwelonke oluzoba ngomhlaka 29 May. Kuzokhumbuleka ukuthi ngempelasonto kwaputshuka uhlu lwamagama abazongenela ukhetho emaqenjini amabili nokubalwa kuwo i-African National Congress (ANC) kanye noMkhonto weSizwe Party. Oyisikhulu sakwa-IEC uSy Mamabolo uthi umuntu okunguyena ophutshukise lamagama usexoshiwe emsebenzini kanti uphenyo […]

By: Bright Ntuli The Independent Electoral Commission says a record 27.79 million people are registered to vote in the 29 May elections, the highest number of registered voters since the dawn of democracy. Gauteng remains as the biggest voting block followed by KwaZulu-Natal and the Eastern Cape. Over 55 % of the voters’ roll are […]

By: Xolani Khumalo The Inkatha Freedom Party (IFP) says its manifesto is strategically designed to address the daily challenges faced by citizens. It is being launched today at Durban’s Moses Mabhida Stadium under the theme Let’s do it for Shenge. The launch marks a historic moment without its late founding president, Prince Mangosuthu Buthelezi, who […]

By: Sthulile Mdletshe President Cyril Ramaphosa has officially removed former Western Cape Judge-president John Hlophe and retired Judge Nkola Motata from office. Hlophe and Motata were found guilty of gross misconduct by the Judicial Service Commission. Hlophe was found guilty of trying to sway two Constitutional Court justices in 2008 to rule in favour of […]

By: Dawud Phungula UMeya kaMasipala OLundi, uWilson Ntshangase usezwakalise ukukhathazeka ngokubulawa kwabantu endaweni yaseBasamlilo oLundi, enyakatho yesifundazwe. UNtshangase uveze lokhu ngemuva kokuqothwa kwamalunga amahlanu omndeni wakwaMayise. Uthi abantu kulendawo sebehlalelo valweni kangangokuba abanye sebelala ezintabeni ngendlela isimo esibi ngakhona. Uqhuba ngokuthi lezigameko zokubulala ziphazamisa izinto eziningi kulendawo ezifana nezikole nemitholampilo njengoba abantu begcina sebesaba ukuphuma […]

By: Bright Ntuli EThekwini mayor, Mxolisi Kaunda, says all the necessary steps within the confines of the law will be taken, to ensure that employees engaged in the illegal strike action return to work or face dismissal. The municipality has obtained an urgent Labour Court interdict against striking employees affiliated with the South African Municipal […]

By: Pamella Majola South Africa’s civil aviation sector has shown excellent results following audit outcomes from international safety and security organisations. This includes the International Civil Aviation Organisation, the Federal Aviation Administration, and the Transportation Security Administration. The minister of Transport Sindisiwe Chikunga says ICAO rated the country’s safety oversight system at 91.11-percent, placing it […]

By: Bright Ntuli UMnyango wezeMpilo KwaZulu-Natal uthi silokhu sikhula ngamandla isibalo sabantu abahaqwe yisifo samehlo uphenyane kulesifundazwe.  Uqhuba ngokuthi kumanje sebengaphezulu kuka-1000 abantu asebetholwe benalesifo esenza amehlo abe bomvu, alume, futhi avuvukale. Umnyango uthi isifunda saseThekwini yiso esithinteke kakhulu  njengoba bengu 1040 abantu bakulesifunda asebetholwe nezimpawu zalesifo.  Oyisikhulumi somnyango uMdu Ncalane uyachaza.      

By: Staff Writer The uMkhonto WeSizwe Party is demanding justice after its co-ordinator in eThekwini Vusumuzi Ndlovu was gunned down at Tehuis hostel in Umlazi, south of Durban. Ndlovu was killed while returning from an MK Party meeting when unknown gunmen ambushed him. The party has urged leaders of other political parties in the province […]

By: Nompendulo Ngubane Amaqembu aphikisayo asekhale ngakubiza ngezithembiso ezingafezwa kulandela inkulumo ebibhekiswe esifundazweni i-State Of The Province Address (SOPA) kaNdunankulu uNomusa Dube-Ncube. Izolo ngenkathi kuqhubeka inkulumo mpikiswano nge-State Of The Province Address (SOPA) esishayamthetho lamaqembu aveze ukuthi ayizange iqhamuke nazixazululo kodwa njengenjwayelo ibigcwele izethembiso. Oyilungu leNkatha Freedom Party (IFP) esishayamthetho uBlessed Gwala uthi kunezinkinga eziningi […]

By: Bright Ntuli KwaZulu-Natal Police Commissioner, Nhlanhla Mkhwanazi, says they are worried about the lawyers that have been hired to represent the accused in the murder case of Kiernan AKA Forbes and Tebello Motsoane. Five of the seven suspects that were nabbed by detectives made their first appearance in the Durban Magistrates Court yesterday. It’s […]

By: Bright Ntuli The Public Servants Association (PSA) urges the government to refrain from using funds from the Government Employees’ Pension Fund to bail out struggling state-owned enterprises. The PSA strongly opposes using pension-fund money, emphasising the need to protect retirees’ financial stability. They advocate for investments in infrastructure projects to stimulate economic growth and […]

By: Bright Ntuli Amaphoyisa KwaZulu-Natal asekuqinisekisile ukuthi asathungatha umkhondo wabasolwa ngokuduna imoto yemali Estcourt maphakathi nesifundazwe. Izolo abakwasidlodlo badubulane nabasolwa abebehamba ngezimoto ezintathu ekukholakala ukuthi baphoqe imoto ethwala imali ukuthi ime emgaqweni, maqede baphuca onogada izibhamu babaleka nesamba semali engakadalulwa. Amaphoyisa athi labasolwa ke babe sebedubulana namaphoyisa omgwaqo abangu-4 babo bashonela khona endaweni yesigameko. Oyisikhulumi […]

By: Buhle Mbhele Abasolwa abahlanu ecaleni lokubulawa kukalowo owayengumculi, uKiernan ‘AKA’ Forbes, kanye nomngani wakhe uTebello Tibz Motsoane sebephoqwe imantshi ukuthi baveze ubuso babo. Labalisa, abebevele okokuqala enkantolo ngemva kokuboshwa kwabo bafike bezimboze ubuso sebewuthobele lomthetho ngokusukuma bakhumule izigqoko kanye nama mask abebewagqokile, ukuze baziveze ukuthi bangobani. U-AKA noTibz badutshulwa babulawa ngomhlaka-10 February ngonyaka odlule […]

By: Nompendulo Ngubane UNdunankulu waKwaZulu-Natal, uNomusa Dube-Ncube, useveze ukuthi uhulumeni wakhe usubeke eceleniimali engu 11.5 million wamarand ukweseka izinhlelo zokulwisana nokubulawa kwamaKhosi. UDube-Ncube usho kanje ngenkathi Ethula inkulumo yakhe ebhekiswe esifundazweni ePietermaritzburg. Useqale ngokundlala umlando mayelana nokuthi amaqhawe eAfrican National Congress (ANC) angasekho emhlabeni asebenza kangakanani ukuqinisekisa ukuthi impilo yezakhamuzi zakuleli ithuthuke ngokulethelwa izidingo. Uqhuba […]

By: Xolani Khumalo Amaphoyisa KwaZulu-Natal aseqinisekisile ukuthi asebophe umsolwa wesikhombisa obefunwa uthuli ngamaphoyisa nobandakanyekayo ecaleni lokubulala umculi uKienan ‘AKA’ Forbes kanye nomngani wakhe uTebello ‘Tibz’ Motsoane. Izolo ebusuku uNgqongqoshe wamaphoyisa umemezele ukuboshwa kwabayisithupha abathinteka kulelicala, kanti amaphoyisa esifundazwe asebenze ubusuku bonke ukuthola lo oseboshiwe njengamanje. Ukuboshwa kwakhe kuza phansi kwamaHora angu-24 uNgqongqoshe enze isimemezelo sokuboshwa […]

By: Nompendulo Ngubane Opposition parties have raised different views about their expectations of the State of the Province Address by the KZN Premier Nomsa Dube Ncube. The premier is currently delivering her address to the province at the Oval Cricket Stadium in Maritzburg. EFF member of Parliament Mongezi Thwala says with so many issues affecting […]

By: Nompendulo Ngubane I-African National Congress (ANC) KwaZulu-Natal ithi ayihambisani nesiphakamiso samanye amaqembu aphikisayo sokuthi inkulumo yokuvulwa kweSishayamthetho yiSilo uMisuzulu ka Zwelithini ibe ngosuku olulodwa nenkulumo ebhekiswe esifundazweni kaNdunankulu wesifundazwe uNomusa Dube Ncube. I-Action SA iveze ukuthi ukuhlanganiswa kwalemicimbi kungonga imali eningi njengoba ithi imali engango-R3 million wamarandi esetshenzisiwe ukwenza lo mcimbi inkulu kakhulu. USihlalo […]

By: Pamella Majola President Cyril Ramaphosa has nominated Judge Mandisa Maya as Chief Justice, commencing consultations with political parties and the Judicial Service Commission. Maya, currently Deputy Chief Justice, faces the spotlight as the Chief Justice position becomes vacant on 31 August, with Chief Justice Raymond Zondo’s term ending. Concurrently, Justice Dumisani Hamilton Zondi is […]

By: Sthulile Mdletshe Ikhomishana eyengamele ezokhetho i-IEC ithi izosebenzisana nezinkampani zokuxhumana okubalwa kuzo u-Google, Meta, TikTok kanye neMedia Monitoring Africa ukunqanda ukubhebhethekiswa kwemininingwane engalona iqiniso ngaphambi kokhetho lukazwelonke lwango-2024. Oyiskhulu sakwa i-IEC u-Sy Mamabolo uthi ingxenye enkulu yabantu bakuleli bathembele ezinkundleni zokuxhumana ukuthola imininigwane ethinta ezokhetho kanjalo nezamaqembu ezepolitiki. Uthi kubalulekile ukuthi lemithombo yezokuxhumana isabalalise […]

By: Nompendulo Ngubane ISilo sesizwe saMaZulu uMisuzulu kaZwelithini sesinxuse ukuthula nokubekezelelana KwaZulu-Natal njengoba kubhekwe okhethweni lukazwelonke nolwezifundazwe ngo-29 May. INdlulamithi isho kanje ngenkathi yethula inkulumo yayo yokuvula ngokusemthethweni ukusebenza kwesiShayamthetho saKwaZulu Natal enkundleni yekhilikithi iOval, ePietermaritzburg maphakathi nesifundazwe. Lenkulumo kaBayede izobe seyilandelwa ngekaNdunankulu, uNomsa Dube-Ncube, ebhekiswe esifundazweni kusasa. ISilo sithi lona ngunyaka obalulekile nokumele isifundazwe […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background