IMK Igxeke Ubuholi Be-ANC

Written by on 23 April, 2024

By: Staff Writer

Umsunguli woMkhonto WeSizwe Party, uJabulani Khumalo, usegxeke ubuholi be-African Nation Congress (ANC) nathi buhluleka ukwamukela impumelelo yaleqembu kwezithinta ezokhetho kuleli.

Uqhuba ngokuthi i-ANC ibangisana neMK ngoba iyesaba ukuthi bazonqoba kulolukhetho oluzayo.

UKhumalo usho kanje ekhuluma nabezindaba eThekwini ngemuva kokwethulwa kwesinqumo senkantolo mayelana necala le-ANC lokuvimba i-MK ukusebenzisa leligama nophawu.

Uqhuba ngokuthi angeke baphele amandla.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background