uNdunankulu waKwaZulu Natal, useqoke ikhabhinethi yakhe

Written by on 18 June, 2024

By Sthulile Mdletshe

 

Undunankulu waKwaZulu Natal, uThami Ntuli, usememezele ikhabhinethi lakhe longqongqoshe abazongena bahole iminyango eyahlukene esifundazweni.

 

Labongqongqoshe bakha ubuholi bukahulumeni wesifundazwe ngaphansi kobumbano lwe IFP, ANC, DA kanye ne NFP.

 

UNtuli uqoka ongqobngqoshe bakhe nje, usanda kugcotshwa njengo Ndunankulu enkundleni yezemidlalo iWoodburn ePietermaritzburg maphakathi nesifundazwe.

 

Lekhabhinethi ihlanganisa amalungu angu 10 ezinhlangano ezahlukene, ekubhekwe ukuthi asebenze ngokuzimisela ukuthuthukisa iKZN kunakekelwe nezakhamuzi.

 

Ememezela ikhabhinethi lakhe, uNdunankulu uNtuli usho kanje.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background