URamaphosa Ugqugquzela Ukuthula Phakathi kwamaPhalistani No-Israel

Written by on 12 October, 2023

By: Buhle Mbhele

Umengameli uCyril Ramaphosa useqinisekise ukuseka inqubo yokuletha ukuthula Phakathi kwe Israel ne Palestine.

U-Ramaphosa unxusa amzwe ngamazwe ukuthi angenelele futhi asheshise uxhaso lwabo.

Lokhu njengoba sekushone abantu abangaphezulu kwezinkulungwane ezimbili kanti abangaphezu kwezinkulungwane ezintathu abasenazo indawo zokuhlala.

Okhulumela umengameli uVincent Magwenya uthi iningizimu afrika ikulungele ukusiza ekutheni kutholakale isixazululo kelempi ngaphandle kokuchema namauntu

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background