IPhalamende Labesimame Litheleke KwaMashu Ukuzwa Izikhalo Zamalunga Omphakathi

Written by on 9 August, 2023

By: Xolani Khumalo

Abesimame baselokishini laKwaMashu eNyakatho yeTheku sebethole ithuba eliyingqayizivele lokuphefumula ngezinkinga nezingqinamba ababhekene nazo emphakathini abahlala kuwo.

Lelithuba balithola njengoba iPhalamende labesimame i-Womens Parliament belibambe umhlangano walo KwaMashu Indoor Sports Centre.

Lomhlangano uhanjelwe iziphathimandla zikaMaspala weTheku, izithunywa zikaHulumeni kanye namalunga esishayemthetho sase-KZN.

Nali elinye ilunga lomphakathi elethule izincomo kanye nohlu lwezidingo abakhala ngazo.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background