By: Nompendulo Ngubane
Inhlangano engenzi nzuzo iTreatment Action Campaign eKZN ithi enye yezinto okumele ibhungwe namadoda ukuthi kumele azijwayeze ukuya ezikhungweni zezempilo, ukuze azi mayelana nesimo sawo sezempilo.
Lenhlangano isho kanje njengoba inyanga u July isiyisikhathi lapho elakuleli lisuke libangaza amadoda, futhi kuba nezimbizo zokukhuluma nawo ngezinto ezahlukene.
Oyimenenja ye Treatment Action Campaign, uMzamo Zondi, uithi siphezulu isibalo sabantu abahlaselwa yisifo sofuba (TB) kulelizwe kanti ucwaningo luveza ukuthi amadoda yiwo esiwaphatha kakhulu.
U Zondi uyanaba ngaloludaba.
[advanced_iframe src=”https://streaming.fabrik.fm/fabrik/echocast/player/rewind-single/player.html?id=6d2fc469-1aa3-455c-8e71-36fc65de6156&ampweb_url=https://echocast.fabrik.fm/BXPZLMBLq2v8V0&amppodcast_id=92986b32-17dd-4d95-a55f-1d937c2d6965″ width=”100%” height=”200″]