Sebesale enkundleni abasolwa ngokuduna impoto yemali.

Written by on 3 April, 2025

By: Bright Ntuli  

Abalisa abangu 5 abasolwa ngokuba nesandla ekudunweni kwemoto yemali sebedutshulwe bashona ngenkathi betholana phezulu namaphoyisa eBonela ngase Chesterville entshonalanga yeTheku. 

Kuzokhumbuleka ukuthi kube nesigameko sokudunwa kwemoto yemali emgaqweni u M25 ngaKwaMashu enyakatho ye Theku ngoMsombuluko kwathathwa isamba esingakadalulwa. 

Oyisikhulumi samaphoyisa uRobert Netshiunda uthi bebevele belandela umkhondo walabasolwa ngenkathi belunywa indlebe ngokuthi bahlela ukuyoduna enye futhi imoto yemali esifundeni iLembe enyakatho ye KZN. 

Lalela izindaba eziphelele ngezansi:

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background