Sekuphele Izinsuku Eziwu-40 Ngaphandle Kwe-Loadshedding

Written by on 6 May, 2024

By: Pamella Majola

UNgqongqoshe kaGesi, uKgosientsho Ramokgopa, uthi lelizwe selibe nezinsuku eziwu-4o ngaphandle kokuqanyulwa kukagesi izikhawu iLoadshedding nathi kukhombisa umsebenzi omuhle owenziwa abakwaEskom.

URamokgopa usho kanje ekhuluma kwisithangami sabezindaba nala echaza ngenqubekela phambili yohlelo lokusebenza kukagesi.

UQhuba ngokuthi ukusebenza kahle kweziphehlimandla kwenze izwe ukuthi likwazi ukugwema ukunqanyulwa kukagesi.

URamokgopa uyachaza.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background