Sezizokwakhelwa izindlu izisulu zezikhukhula zakamuva nezango-2022.

Written by on 31 March, 2025

By: Bright Ntuli  

Umnyango wezokuhlaliswa kwabantu esifundazweni i-KwaZulu-Natal, uthi sezikhona izinhlelo eziphathekayo nezikhomba inqubekela phambili emizamweni yawo yokwakhela izindlu abantu abakhahlanyezwa yizikhukhula. 

Uqhuba ngokuthi kumanje ingu 1069 imindeni eyaba yizisulu zezikhukhula zango April 2022 ekhoseliswe emahotela kanye nezinye izindawo eziqashisayo. 

Uthi ker kulaba kubalwa nemindeni engu 44 yase Lamontville eningizimu yeTheku eyasala dengwane ngezikhukhula zango February kulonyaka.  

 U-Ndabezinhle Sibiya oyisikhulumi sika ngqongqoshe walomnyango uSiboniso Duma, uthi sebehlonze iziqephu zomhlaba engu-7, okuzokwakhelwa kuzo lezisulu. 

Lalela izindaba eziphelele ngezansi:

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background