By: Bright Ntuli
Umdidiyeli weqembu Umkhonto Wesizwe Party eKZN, uWillies Mchunu usekhuze uqhekeko phakathi kwabaholi baleli qembu.
UMchunu usho kanje ekhuluma namalungu eMK P ngesikhathi kuqhubeka i-Sibuyela Ebantwini Rally, enkundleni yezemidlalo eWillowfountain, ePietermaritzburg.
Uthi nokho okuhle ukuthi sebekwazile ukuhlangana nabaholi esifundeni i-Moses Mabhida ngenhloso yokuxazulula ukungaboni ngasolinye phakathi kwabo.
Uqhuba ngokuthi lokhu sekuholele ekutheni leliqembui linqobe okhethweni lokuchibiyela obelubanjwe ku ward 2 kumaspala uMsunduzi.
UMchunu uyanaba:
[advanced_iframe src=”https://streaming.fabrik.fm/fabrik/echocast/player/rewind-single/player.html?id=6d2fc469-1aa3-455c-8e71-36fc65de6156&web_url=https://echocast.fabrik.fm/LYR3MxNGYWKR2RqQ&podcast_id=cae35cfd-73b2-47f9-b0af-6ecb7e7fef85″ width=”100%” height=”200″]