Umndeni wakwaMbhele eBluff eThekwini uthi usadidekile ngokuhlaselwa kwelungu lawo uNomthandazo Mbhele.
UMbhele kubikwa ukuthi uhlaselwe kanye nendodakazi yakhe, ngowesilisa ongowokufika kukeli okubikwa ukuthi ungumfundisi webandla akhonza kulona.
Oyilungu lomndeni uMjostana Mbhele odume ngelika Pastor Mjosti, uselandise intatheli ye GagasiFM ngokubehlele.
LALELA LANA: https://echocast.fabrik.fm/214QxM5XYP2KMJqQ


