Umphakathi Uthi Uzoma Nenkosi

Written by on 2 August, 2023

By: Nhlanhla Mbokazi

Umphakathi wakwaMpumuza, uthi uzoqhubeka nokweseka Inkosi yesizwe sakwaMpumuza, ePietermaritzburg uKhethokuhle Zondi.

UZondi obevele enkantolo kaMantshi ePietermaritzburg, mayelana nodaba lo mhlaba ubesekwa umphakathi obuhambisana namabutho, izinduna namakhosi, abephethe izingqwembe ezinemiyalezo ebhekiswe eMnyangweni wezokuBusa nokuBambisana.

UNhlanhla Mbokazi uyabika.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background