Skip to main content

Sekuphele iminyaka ewu 10 lendawo ekuhlala kuyo abantu abakhubazekile ikhahlanyezwa yizimo ezifana nobugebengu kanye nokunganakekelwa kwengqalasizinda.

Ezininkingeni ebhekene nazo, kubalwa amapayipi amanzi kanye nompompi abantshontshiwe osekuphazamise ukusatshalaliswa kwamanzi kulendawo.

Enye inkinga ukubhodloka kophahla, ukungapendwa kwezindonga kanye nokunganakekelwa kwezindlu zangasese.

Theft has also hit the residents hard with cables being stolen, light bulbs, electronic appliances as well as furniture.

This centre is located near Emhlabeni Informal Settlements and has been in operation since the 1990s, and was inherited by Public Works from the Social Development Department.

U-Themba Shiba ongaboni emehlweni, ungomunye wabahlali bakulendawo, kanti usetshele izindaba zeGagasi FM ukuthi usehlale kuyo kusukela ivulwa ngama 90s, uyachaza ukuthi kungani befuna itayitela libuyele ngakubona.

“Amanzi asihlupha ngokunqamuka, kuphele noma u three days engekho. Umuzi kumele ulungisweke, kodwa futhi uma behluleka ukuwulungisa asinayo inkinga. Abasinike itayitela kuphela, sesozibonela ke thina.” kusho u Shiba.

uPhumelele Mzimela another resident adds what their plans are as residents to revive this place if Public Works halts the selling process and hands over the title deed as they wish.

“Necala ebesilihamba e High Court, umasizwe kuthiwa u DSD usulivalile. Usulisulile ngenxa yokuthi uhlulekile ukuveza amaphepha akade efunwa inkantolo okuthi kungani thina kufanele sihambe la.”

Uqhubeke wathi, ” Okwamanje into esibanga kakhulu indababa yetayitela abangafuni nalo. Ukube itayitela bayasinika, ziningi izinto engabe siyazenzela zona la.”

Usihlalo wekomidi lomnyango wezomsebenzi yomphakathi uNhlanhla Msimango ephelezelwe usekela Meya kamasipala weTheku uZandile Myeni bahambele lendawo, ukuyohlangana nabo abahli, okubalwa naye uShiba.

Following their brief meeting, they acknowldged the grim situation faced by the persons with disabilities in this area and informed them that they are yet to meet with the department before returning with an update on where to from here.

Msimango expressed his concern over the conditions the residents at this centre live under.