Author: Mfundo

Page: 5

By: Zilungile Mkhize Umnyango wezemfundo eyisisekelo usunxuse imiphakathi ukuthi ingahlali ithule ibona umtwana omncane wesikole ekhulelwe, kodwa izihluphe ngokubuza ngesimo sakhe. Lomnyango uthi baningi abantwana abafunda isikole abakhulelwayo ngenxa yokudlwengulwa, ukuba sebudlelwaneni bothando nothisha noma nomuntu omdala emphakathini, nothi yicala elisabekayo kwalelo. Ukuphawula komnyango kulandela ukuphuma kombiko wocwaningo mayelana nezibalo zokukhulelwa kwabafundi ezikhuza phezulu kakhulu […]

By: Zilungile Mkhize Eskom CEO André de Ruyter says in light of the inevitable global shift to a green economy, accessing green financing to create a stimulus for reindustrialisation is critical. He was one of the speakers at the Hendrik van der Beyl Memorial Lecture hosted by the University of Pretoria. De Ruyter says Eskom […]

By: Zilungile Mkhize I- EFF ithi ukuvikelwa kwamabhizinisini kahulumeni sekusezandleni zezakhamuzi zakulelizwe. Lenhlangano ithi abantu kuleli kumele bangesabi ukukhuluma nokuchitha noma yiziphi izinqumo ezenziwa uhulumeni, uma bebona noma besola ukuthi kunenhlansi yokubanjwa kombuso ngobhongwane kulezo zinqumo. Ukuphawula kwe EFF kulandela isitatimende sikaNgqongqoshe obhekelele amabhizinisi kahulumeni, uPravin Gordhan, lapho ethi uhulumeni uhlela ukusebenzisana nabamabhizinisi azimele ukuthuthukisa […]

By: Bongani Gina Disgruntled KwaZulu-Natal ANC members are complaining that they have been prevented from accessing the party’s provincial offices and barred from talking to the party’s provincial leadership. These members from ward 3 which includes Emaqadini, North of Durban, are blaming the party leadership of imposing to them a Councillor candidate that the community […]

By: Nompendulo Ngubane The South African Democratic Teachers Union (SADTU) has given the Office of the KZN Premier seven days to respond to it’s grievances and come up with solutions. More than 100 members of the union joined by trade union federation COSATU, have picketed outside the provincial legislature and handed it’s memorandum of demands […]

By: Lindelani Mbatha Usekela Ngqongqoshe wezempilo,  uSbongiseni Dhlomo, uthi abantu asebegomile kumele baqhubeke nokufaka izifonyo ukugwema ukutheleleka kanye nokuthelela abanye nge-COVID 19. U-Dhlomo ubethulela ikomidi lezempilo ephalamende izinhlelo zomnyango zokukhulisa isibalo sabantu abagomela leligciwane nsuku zonke. Ubephendula amalunga ephalamende azwakalise ukukhathazeka kwawo ngabakubona kwamanye amazwe lapho amalungu omphakathi asegomile engasazifaki izimfonyo. Uqhuba ngokuthi noma ukugoma […]

By: Nompendulo Ngubane Abafundi nomphakathi e-Elandskop endaweni yase Showe eMgungundlovu, bathi abazi bazokwenzenjani emva kokugqekezwa kwebiwe impahla eVulindlela Educational Centre. Lesi isikhungo lapho lomphakathi ovela ezigodini ezahlukene uthola khona usizo ngokwezemfundo. Lesisikhungo sibe ngenye yezindawo zezemfundo lapho kuthathwe khona yonke impahla ebiwusizo emuva kwezenzo zodlame zokucekelwa phansi kwezakhiwo nezindawo zamabhizinisi obekwenzeka ngenyanga eyedlule. Intatheli yezindaba […]

By: Bright Ntuli I-Action SA isinxuse imeya yaseNewcastle, enyakatho nesifundazwe, uNtuthuko Mahlaba ukuthi yehle kulesikhundla kulandela ukuvela koxhaxha lwamacala ahlanganisa ukweba nokushaya. Selokhu uMeya uMahlaba avele kafushane enkantolo ngenyanga edlule, usaqhubeka nokwenza imisebenzi yakhe yobumeya njengenjwayelo. I-Action SA ithi abantu baseNewcastle bafanelwe ukuholwa ngumuntu onganukelwa cala emuva kwakhe, futhi ongalokhu engena ephuma enkantolo. Okhulumela lenhlangano […]

By: Zilungile Mkhize Former Chairperson of the Passenger Rail Agency of South Africa (PRASA) Popo Molefe, says he is deeply aggrieved by the comments president Cyril Ramaphosa made about him at the state capture inquiry. Ramaphosa told the inquiry that Molefe failed to deal with corruption at the state-owned freight and rail entity. Evidence leader […]

By: Lindelani Mbatha Imindeni yezisulu ezashona esitelekeni sakwa Lomnin eMarikana kanye nalabo abasinda bedutshulwa, zisola uhulumeni ngokuhluleka ukuqinisekisa ukuthi bonke labo abasolakala kulesisigameko bayajeza. Lezisulu bezikhuluma emcimbini wokukhumbula abasebenzi balemayini abashona. ngesikhathi betelekele ukukhushulelwa amaholo. Intatheli yezindaba ze-Gagasi FM, uLindelani Mbatha uyabika.

By: Nompendulo Ngubane & Sphelele Nzuza Imindeni engu-59 eBhobhonono nase Mhlahlandlela eSmero ,eMgungundlovu ithi ilahlekelwe ithemba emva kokuthi uhlelo lwezindlu obeluletha inhlansi yenjabulo emphakathi lubonakala lungaqhubeki. Lokhu kulandela inkampani eyenza lomsebenzi ibonakale isikhashana endaweni yabe futhi seyinyamalala ngaphandle kokuthi izakhamuzi zitshelwe izizathu zokumisa lolu hlelo obese lunikeza ukukhanya kulabo abahlala ezindlini zodaka.    

By: Lindelani Mbatha The Federation of Trade Unions, COSATU says it’s still waiting on national treasury to approve their request for an urgent meeting with Finance Minister Enoch Godongwana to express frustrations over the decision to deny public servants’ early access to their pensions. Last week, Treasury issued a statement on its approach to growing […]

By: Bongani Gina I-DA kumasipala waseMsunduzi eMgungundlovu, isifake isiphakamiso sokuthi oyiMeya yalomasipala uMzi Thebolla, akhishwe ngevoti lokungamethembi. Usihlalo weCaucus ye-DA eMsunduzi, uRoss Strachan, ukhala ngokuthi uMeya uThebolla usehluleke wancama ukuphatha lomasipala nokuwutakula ezinkingeni obhekene nazo. U-Strachan uthi uThebolla ungumhlobiso nje kumasipala futhi bamufuna ephumile ngoba akanamsebenzi walutho.

By: Bongani Gina Public Enterprises Minister Pravin Gordhan says Transnet has made headway in making the Port of Durban more efficient and competitive. This comes as the Transnet board and management eye a R100 billion renewal programme in a bid to elevate it to a world-class port. Gordhan briefed media on Monday, where he was […]

By: Bright Ntuli Umfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi iSAFTU uthi ukubulawa kwabantu eMarikana kwaletha izinguquko kwezepolitiki kuleli. Ngalolusuku ngo 2012 abavukuzi abangu-34 basemayini iLonmin eNorth West, badutshulwa babulawa ngamaphoyisa. Kanti owe Saftu uTrevor Shaku, uthi owayengumengameli wezwe ngalesosikathi uJacob Zuma kanye no Cyril Ramaphosa owayengomunye wabaqondisi base Lonmin, futhi okunguye owathumela i-email eyafakela owayengungqongqoshe wamaphoyisa ngalesosikhathi uNathi […]

By: Bongani Gina Umholi we-EFF uJulius Malema uthi bafuna uphiko lwezokushushisa kuleli, iNational Prosecuting Authority,  lushushise umengameli wezwe uCyril Ramaphosa ngokufa kwabantu eMarikana. U-Malema usho lokhu njengoba namhlanje sekuyiminyaka engu 9 kwabulawa abasebenzi basemayini iLonmin abangu 34 ababebhikisha. Uthi sekudlule iminyaka avulela uRamaphosa icala kodwa namanje alikangeni enkantolo. UMalema uqhuba ngokuthi uma iNPA ingafuni ukushushisa […]

By: Lindelani Mbatha Business tycoon and opposition leader  is expected to turn things around after being declared winner of Zambia’s hotly contested presidential election, defeating incumbent Edgar Lungu. Official results showed Hichilema had secured more than 2,8 million votes against Lungu’s 1,8 million votes, with 155 of 156 constituencies. Over the weekend, Zambian opposition candidates […]

By: Lindelani Mbatha UNdunankulu wakwaZulu-Natal uSihle Zikalala uthi uhulumeni wakulesifundazwe uzoqinisekisa ukuthi azenzeki izibhelu okuhlongozwa ukuthi zizoba ngesonto elizayo. U-Zikalala ubephawula kulandela ukusabalala kwemibiko eveza ukuthi kuzoba nezigameko zodlame oluzobhekiswa ezikhungweni zikahulumeni okufaka phakathi iziteshi zamaphoyisa, izinkantolo kanye namahhovisi omasipala. Kuzokhumbuleka ukuthi izinsongo ezifuze lezi zitholakele ngenyanga eyedlule, nokwaholela ekutheni kucekelwe phansi izitolo kwaphinde kwafa […]

By: Zilungile Mkhize Police minister Bheki Cele has confirmed that to date, 36 suspects have been arrested for the murders of innocent lives in Phoenix, north of Durban. Cele led a series of feedback meetings in Phoenix and neighbouring settlements over the weekend, to provide updates on investigations into the murders. Police ministry spokesperson, Lirandzu […]

By: Lindelani Mbatha UNdunankulu wakwaZulu-Natal, uSihle Zikalala, uthi bazosebenza ngokuzikhandla ukuqinisekisa ukuthi bayakuqeda ukwesaba okukhona kubatshalizimali nge-KZN. U-Zikalala usehlangene nalamanxusa ukuzowaqinisekisa ukuthi uhulumeni wesifundazwe uzimisele ukuvuka uzithathe ikhulise umnotho, uphinde uvikele nezimboni. Ngenyanga eyedlule iKZN ihlaselwe yizidubedube, kuqgekezwa izitolo kuntshontshwa ukudla kanye nempahla, nokulethe ukwesaba kubatshalimali. UNdunankulu uthi kubalulekile ukuba amanxusa akhulume kahle ngesifundazwe uma […]

By: Zilungile Mkhize Inhlangano yezempilo emhlabeni i-W.H.O, isiqale uhlelo lokucwaninga ngemishanguza emisha ekubhekwe ukuthi isize iziguli ezihaqwe iCOVID-19 ezibhedlela. Lemishanguza emithathu yakhethwa kweminye eminingi yikomidi lochwepheshe nososayensi, njengaleyo ekhombisa ukusebenza kangcono kuneminye. Kulindeleke ukuthi ihlolwe ezigulini ezivumile, nezilaliswe ezibhedlela ezingu 600 emazweni angu 52 emhlabeni jikelele. Oyisikhulu esiphezulu kwa W.H.O uTedros Ghebreyesus, uthi kubalulekile ukuba […]

By: Lindelani Mbatha UMengameli uCyril Ramaphosa uthi umndeni wakwaGupta ubuthola usizo lokubhozomela umbuso kubantu abathile abaqokelwe ezikhundleni eziphezulu kuhulumeni. U-Ramaphosa uyaqhubeka nokwethula ubufakazi phambi kwekhomishana kaZondo ephenya izinsolo zeState Capture. Namhlanje usuku lwesibili nelokugcina ethula ubufakazi, njengomengameli wezwe ezintweni ezithinta inkohlakalo ezinkampanini zikahulumeni. Uthi ukubhozonyelwa kombuso yinto ebinzima kakhulu eyayihlelwe ngobukhulu ubuyoninco.

By: Sanelisiwe Dlangamandla ANC Deputy Secretary General Jessie Duarte says it is concerning that the ANC is always associated with state capture whereas they are governing party. She has been speaking to media on the sidelines as ANC President Cyril Ramaphosa appears before the Zondo Commission to give his testimony. Duarte says everything that the […]

By: Sphelele Nzuza Izinhlangano ezingenzinzuzo eRichards Bay enyakatho yeKZN, zithi ukungenelela kwe GagasiFM lixhase imindeni entulayo osekuphele izinsuku ikati lilele eziko, kuzosiza kakhulu kulawomakhaya eliwahambele. Namhlanje lomsakazo useRichards Bay ukuyonikela ngezindimbane zokudla, ama mask kanye nama sanitizer, ngaphansi kohlelo lwawo lokusiza imiphakathi i- Gagasi Cares. Imindeni eminingi evele iphila kanzima yaphinda yathola ukukhahlamezeka ngesikhathi kunezibhelu […]

By: Lindelani Mbatha UMengameli uCyril Ramaphosa uthi waqala ukuzwa ngenkohlakalo kanye nokubanjwa ngobhongwane kombuso ngabezindaba kanye nangehovisi likamvikeli womphakathi. U-Ramaphosa wethula ubufakazi kukhomishana kaZondo ephenya izinsolo zokugwamandwa kwamandla ombuso. Umengameli uRamaphosa ungabanye babaholi beANC abasola ubuholi bukalowo owayengumengameli wezwe uJacob Zuma, bamsola ngokuhluleka ukuhola ngobuqotho, nabathi inkohlakalo eningi ibonakale ngaphansi kobuholi bakhe. U-Ramaphosa uthi ngesikhathi […]

By: Zilungile Mkhize The fraud and corruption cases against suspended ANC Secretary General Ace Magashule has been postponed in the Free State High Court in Bloemfontein. The case will be back on the roll on 19 October 2021. Magashule and his 15 co-accused returned to the court today for a pre-trial hearing to set the […]

By: Bright Ntuli Oyiskhulumi se-Jacob Zuma Foundation, uMzwanele Manyi, uthi kuyamangaza ukuthi umbuso ufune ukuzibonela ngawawo, imiphumela yodokotela abebexilonga loyo owayengumengameli wezwe uJacob Zuma esbhedlela. U-Manyi usho kanje ngenkathi ekhuluma ohlelweni lwe-Gagasi FM Indaba. U-Zuma bekumele avele enkantolo kamantshi ePietermaritzburg izolo, ngamacala enkohlakalo kodwa lokhu kwahleliswa ngenxa yokuthi engakaphumi esbhedlela. NgoLwesihlanu wasuswa ejele lase Estcout […]

By: Lindelani Mbatha ANC President Cyril Ramaphosa says he does not recall having to go through the minutes of previous meetings of the ANC deployment committee. He is currently giving evidence in his capacity as the current ANC president and former deputy president of the party. Ramaphosa will later testify in his capacity as the […]

By: Bright Ntuli UNdunankulu wakwaZulu-Natal uSihle Zikala uthi uhlelo lukahulumeni iBack to Basics, seluthele izithelo ezinhle. Ekhuluma ngenkathi kuqhubeka iphalamende labantu besifazane eHarding eningizimu yesifundazwe, uZikalala uthi leliphalamende lavumelana nonyaka owedlule ukuthi loluhlelo luzosetshenziswa ukuthuthukisa intsha kanye nabesifazane kulesifundazwe. Uqhuba ngokuthi kumanje umnyango wezokubusa ngokubambisana kanye nowezokuthuthukiswa komnotho kulesifundazwe yiyo ehamba phambili ukuqinisekisa ukuthi amabhizinisi […]

By: Bright Ntuli Reports that the gazetting of amendments to Schedule 2 of the Electricity Regulation Act, raising the threshold for licensing of own generation to 100 megawatt, will be delayed until mid-September, are indicative of the lack of political will to address this issue. This is according to DA parliamentary member Kevin Mileham. He […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background