Unqatshelwe Ibheyili Osolwa Ngokubandakanyeka Ekubulaweni Komyeni

Written by on 4 August, 2023

By: Zilungile Mkhize

Owesifazane osolwa ngokuba yingxenye yokwakhiwa kwetulo lokubulawa komyeni wakhe owayeyiphoyisa, wenqatshelwe ibheyili enkantolo kamantshi KwaMbonambi enyanyakatho yeKwaZulu-Natal izolo.

UNtombizodwa Ntinga ubevele enkantolo izolo kanye naloyo asolwa naye uSamkelo Mpanza ngecala lokubulala uWarrant Officer uNkosinathi Ntinga.

Njengamanje amaphoyisa aphenya amacala okubulala, ukuzama ukubulala, ukuthumba kanye nokuduna imoto.

UZilungile Mkhize uyabika.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background