Isihluku Kuqothwa Owesifazane ePMB

Written by on 6 February, 2024

By: Staff Writer

Umndeni wakwaKunene, endaweni yaKwaPhupha, eWillowfountain ngaphandle kwedolobha iPietermaritzburg, uthi usakhungathekile kulandela isigameko sokubulawa ngesihluku kukamama lalelikhaya.

Umama wakulomndeni, obeneminyaka engu-56 ubudala, udutshulwe wabulawa umuntu ongaziwa emzini wakhe ngoMgqibelo ebusuku.

UDawud Phungula uyabika.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background