Skip to main content

By: Zilungile Mkhize  

Ungqongqoshe wezasekhaya uLeon Schreiber uthi isizathu esiphambili ekwehleni kwesasasa lokuvota kanye nesibalo sabavoti, ukuthi izakhamuzi aziyiboni imiphumela yezinto ezisuke ziyivotele yenzeka ezimpilweni zazo. 

USchreiber usho kanje ngenkathi ethula inkulumo yokuvula ingqungquthela yamazwe omhlaba i-Electoral Reform Consultation Panel, eqhubeka eBoksburg eGauteng. 

Uthi kumele kube nezinguquko ezinqala ezizoqinisekisa ukuthi abantu balapha eNingizimu Africa babuyelwa yithemba kuhulumeni, amaqembu ezombusazwe kanye nokhetho imbala. 

Llalela izindaba eziphelele ngezansi:

[advanced_iframe src=”https://streaming.fabrik.fm/fabrik/echocast/player/rewind-single/player.html?id=6d2fc469-1aa3-455c-8e71-36fc65de6156&web_url=https://echocast.fabrik.fm/VX9pG2p2M2L78JqQ&podcast_id=be1f3bb3-c579-4cc7-89e2-ff8b502aec66″ width=”100%” height=”200″]