Skip to main content

By: Sthulile Mdletshe

Iskhulu se-South African Football Association u-Danny Jordaan sibhekane nemibuzo enzima mayelana nokusebenza kwezimali zalesi sikhungo.

UJordaan uvele phambi kwemidi elibhekelele ezeMidlalo, ubuCiko namaSiko ephalemende lapho ephendula khona ngezitatimende ezithinta imali eningi echithwe ezindlekweni zokuhamba nezemidlalo.

Kuzokhumbuleka ukuthi ngonyaka owedlule uMnyango wezeMidlalo kudingeke ukuthi utakule iSAFA ngo R5-million ngesikhathi ihluleka ukukhokha amabhonasi abadlali beqembu lesizwe Bafana Bafana kanye neBanyana Banyana.

Ephendula imbuzo yamalunga ekomidi u-Jordaan ubeka kanje: