Skip to main content

By: Nompendulo Ngubane

UNdunankulu wese KZN uThami Ntuli, usenxuse iminyango ka hulumeni ukuthi isebenze ngokuzimisela iphinde iqinisekise ukuthi abantu bayaluthola usizo abaludingayo.

UNtuli usho kanje ekhuluma nomphakathi wase Nkandla eNyakatho nesifundazwe ohlelweni lokuhambisa ngokushesha izidingo zomphakathi.

Kulomhlangano uNtuli ubehambisana nabanye bongqongqoshe beminyango eyahlukene.

Ekhuluma namalungu omphakathi uNtuli useveze ukuthi uhulumeni zikhona izinhlelo azenzayo ukuletha izidingo kubantu ezifana nokulungisa imigwaqo kanye nokwandiswa kwezimoto ezizolekelela ukwenza lomsebenzi.

Lalela izindab eziphelele ngezansi:

[advanced_iframe src=”https://streaming.fabrik.fm/fabrik/echocast/player/rewind-single/player.html?id=6d2fc469-1aa3-455c-8e71-36fc65de6156&web_url=https://echocast.fabrik.fm/rNP7J45mN8NmZ8qQ&podcast_id=2799c3bc-a064-4beb-a42f-0db16b111aed” width=”100%” height=”200″]