News

Page: 4

By:Nompendulo Ngubane Abasebenzi besibhedlela iHarry Gwala Regional esasaziwa nge-Edendale Hospital ePietermaritzburg sebebeke phansi amathuluzi okusebenza bekhala ngokungaphatheki kahle kulesi sikhungo sezempilo. Ukusebenza kwesibhedlela kube nokuphazamiseka ngesikhathi abasebenzi okungabahlengikazi nalabo abahlanza isibhedlela bebhikisha befuna ukuthi kulalelwe izikhalo zabo. UNobhala we-NEHAWU esifundeni iHarry Gwala uMazwi Ngubane uthi lesi sibhedlela sikhungethwe izinkinga eziningi njengoba ethi abasebenzi bayashoda nokwenza […]

By: Staff Writer Umsunguli woMkhonto WeSizwe Party, uJabulani Khumalo, usegxeke ubuholi be-African Nation Congress (ANC) nathi buhluleka ukwamukela impumelelo yaleqembu kwezithinta ezokhetho kuleli. Uqhuba ngokuthi i-ANC ibangisana neMK ngoba iyesaba ukuthi bazonqoba kulolukhetho oluzayo. UKhumalo usho kanje ekhuluma nabezindaba eThekwini ngemuva kokwethulwa kwesinqumo senkantolo mayelana necala le-ANC lokuvimba i-MK ukusebenzisa leligama nophawu. Uqhuba ngokuthi angeke […]

By: Xolani Khumalo Union federation Cosatu plans to engage with the Department of Employment and Labour to ensure Africa’s renowned soccer coach Pitso Mosimane’s former domestic worker receives 5.7-million-rand in compensation. Dorothy Sikirivao reportedly suffered serious and permanent injuries while working at the Mosimane home in 2021. Despite her claims being elevated to legal demands […]

By: Xolani Khumalo UNgqongqoshe wezeMpilo kuzwelonke, uJoe Phaahla, usedalule ukuthi zingu-2000 izidumbu zabantu eziduve kwaze kwadlula isikhathi zingalandiwe kuwo wonke amakhaza kaHulumeni kuleli. UPhaahla ubephendula umbuzo awubuzwe abasephalamende. Uthi-ke lezidumbu zisabalele ezifundazweni ezingu-6 zakuleli kanti-ke isifundazwe saseKZN isona isineziningi ezingalandiwe imindeni yazo. kanti ezinye zazo sezihlale cishe isikhathi engingangonyaka. OnguMqondisi obhekelela ukuhanjiswa kwezidingo zezibhedlela ngaphansi […]

By: Xolani Khumalo UMkhonto Wesizwe party has won against the African National Congress (ANC) in the logo and name dispute. The ANC has lost the copyright case it had brought against the MK Party led by former President Jacob Zuma. The Durban High Court has dismissed the ANC application with costs. It’s the third defeat […]

By: Buhle Mbhele The verdict on whether the Umkhonto WeSizwe Party can continue using its current logo and name will be heard today at the High Court in Durban. This as the ANC’s trademark matter returns for ruling following arguments from both parties. The ANC is accusing the MK Party of violating the Trademark Act […]

By: Nompendulo Ngubane Umholi we-Economic Freedom Fighters (EFF), uJulius Malema, uthi uma nje bengangena emandleni bazosula zonke izikweletu ezibhekene nabafundi. UMalema usho kanje ekhuluma nomphakathi eMidrand. Amaqembu ezepolitiki kulo lonke elakuleli amatasa ayakhankasa ezifundazweni ezahlukene nasezindaweni zomphakathi ezahlukene enxenxa ukuthola amavoti kubantu. Inkulumo kaMalema yokwesula izikweletu zabafundi isohlwini lwezinhlelo leli qembu elazibeka ngesikhathi lethula iManifesto […]

By: Zilungile Mkhize UNgqongqoshe wamaPhoyisa, uBheki Cele, uthi imizamo yokuthuthukisa kubuyiswe isasa lophiko lwezobunhloli emaphoyiseni, isiqalile ukuthela izithelo ezinhle. Ukuphawula kuka-Cele kulandela umsebenzi wamaphoyisa wokubopha izigebengu eziyingozi nebezingamalungu amaqembu yemiguludu ebiphilisa kanzima imiphakathi ngeviki eledlule. Uthi ukusebenzisana kwemiphakathi kanye namaphoyisa, kuyasiza kakhulu, ekutheni kuyiswe uzinzo ezindaweni esezithathwa njengezibusa yimigulukudu.  

By: Xolani Khumalo Iqembu le-Democratic Alliance (DA) seliphakamise ukuthi kusungulwe ikomidi lephamende elizophenya ngokukhushulwa kweholo likaNobhala wephalamende uXolile George. Lokhu kulandela imininingwane eyavela ukuthi iholo likaGeorge lenyuswa ngo-70% kungakapheli ngisho unyaka eqalile ngaphandle kokwaziswa kwamanye amalunga ephalamende. Ukwenyuswa kweholo-ke kwaphasiswa uSomlomo wephalamende kanye noSihlalo wephalamende lezifundazwe (NCOP). Owe-DA uSiviwe Gwarube usegcizelele ukuhlala obala kwezinqumo ezithathwayo […]

By: Nompendulo Ngubane UMkhonto WeSizwe Party commander, Jabulani Mkhize, says the journey of giving support to former President Jacob Zuma, continues. This comes after the Pietermaritzburg High Court removed from the roll Zuma’s private prosecution against state advocate Billy Downer and journalist Karyn Maughan. Today, scores of MK party members which is Zuma’s new political […]

By: Nompendulo Ngubane Umphakathi waseThornville ePietermaritzburg uthi angeke uze unyakaze emgwaqeni uR56 kuze kube uMasipala uMsunduzi nenkampani ephakela ugesi-Eskom baze kubona bazoxoxisana mayelana nokuthi izolungiswa kanjani inkinga yokufakelwa ugesi kumphakathi ngaphandle kokukhethwa kwephela emasini. Lo mphakathi ngovivi uvale lo mgwaqo ohlanganisa i-Eastern Cape neKZN kwama nse ukusebenza okubalwa nezikole eziphazamisekile kanye nabasebenzi. Ukhala ngokuthi kunengxenye […]

By: Zilungile Mkhize UNgqongqoshe wezokuHlaliswa kwaBantu, uNonhlanhla Khoza, usenxuse abazali ukuthi bangaliphonsi ithawula ngabantwana babo, asebethathwa njengohlupho noma asebephelelwe yithemba ngekusasa eliqhakazile kubo. Uthi okunalokho, abazali nentsha kumele basondelane nezinhlelo zikahulumeni, ikakhulukazi ezoMnyango wezokuThuthikswa koMphakathi ukuzwa ngezinhlelo ezikhona intsha engasizakala kuzo. UKhoza usho kanje ekhuluma nezindaba zeGagasi FM, ngesikhathi kuqhubeka umcimbi womnyango wakhe wokugogoda kwentsha […]

By: Zilungile Mkhize The EFF says its members of Parliament, ejected for protesting at former president Jacob Zuma’s state of the nation addresses, should receive constitutional damages. Constitutional damages are a punitive form of relief with the dual function of deterring future human rights violations  and promoting constitutional values. However, Parliament maintains the ejections  were […]

By: Bright Ntuli Deputy Ministers of Health, Sibongiseni Dhlomo, and of Higher Education, Science, and Innovation, Buti Manamela, will today engage with young people in KwaZulu-Natal, to tackle health challenges affecting their academic journey. The initiative, is part of ongoing youth dialogues, aimed to improve access to mental health and sexual reproductive services  in higher […]

By: Pamella Majola Isibalo sabantu abashone ngenxa yezimvula ezinamandla ezihlasele KwaZulu Natal kusukela ngesonto, sesinyukele ku-8. EMargate ogwini oluseningizimu kushone abantu abahlanu, kanti eVerulam enyakatho yeTheku lezimvula zidlule nababili, kanti eFolweni naseMlazi eningizimu yeTheku uyedwa. UNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana eKZN, uBongiwe Sithole-Moloi, usenxuse abantu ukuthi baziqaphele izexwayiso ngesimo sezulu, ukuze bakwazi ukugwema izinhlekelele. Ekhuluma eseMargate ngenkathi […]

By: Buhle Mbhele Inkatha Freedom Party (IFP) President, Velenkosini Hlabisa, says the next administration will have a heavy task of overturning the dire economic and social situation South Africa finds itself in. He says the current governing party throughout its governance has run the country down to poverty and inequality with no turnaround plan. Hlabisa […]

By: Buhle Mbhele Ukhomishana wesikhungo esibhekele imingcele yakuleli iBorder Management Authority, uMike Masiapato, uthi lenyukile inani labantu abavakashele iNingizimu Afrika kulamaholidi ephasika uma liqhathaniswa nelangonyaka owedlule. UMasiapato uthi bangaphezu kuka-1 million abantu abadlule emingceleni engu 71 engenela kuleli kusukela mhlaka 26 March kuya kumhlaka-4 April. Usho kanje esithangamini sabezindaba izolo ePitoli ngenkathi ethula umbiko ngokusebenza […]

GAGASI FM EXERCISE YOUR RIGHT Exercise your right is a Freedom Day wellness boot camp that aims at encouraging listeners to exercise their human rights and to maintain a healthy lifestyle. Date: 27 April 2024 Time: 09AM – 12PM Venue: Cornubia Mall Please Click Here for the Indemnity Form

By: Buhle Mbhele UNobhala Jikelele we-Economic Freedom Fighters (EFF), uMarshall Dlamini, usetholwe enecala lokuhlasela iphoyisa ngenkathi bekhishwa ephalamende ngonyaka ka-2019 ngenkathi bephazamisa inkulumo kamengameli uCyril Ramaphosa. UDlamini ushaya uJohan Cartsten ngequpha ebusweni kwaphuka ibuko zakhe. eziphendulela enkantolo uDlamini uthi wayezama ukuvikela umholi wakhe uJulius Malema ngenkathi egxavunwa abezomthetho ephalamende. iphepha lezindaba iNews24 ibika ukuthi umantshi […]

By: Bright Ntuli Higher Education, Science and Technology minister, Blade Nzimande, has dissolved the National Student Financial Aid Scheme board with immediate effect. He has also placed the scheme under administration. This follows the resignation of board chairperson Ernest Khosa. Nzimande’s spokesperson, Veli Mbele, says the minister had a meeting with the scheme’s board yesterday […]

By: Buhle Mbhele Democratic Alliance (DA) Leader, John Steenhuisen, has predicted a coalition government between the African National Congress (ANC), Economic Freedom Fighters (EFF) and the MK Party will seal the country’s fate of doomsday. He says this agreement will endanger the democratic future of the country. Steenhuisen has officially launched the party’s elections campaign […]

By: Zilungile Mkhize The Social Research Foundation has revealed declining support for the ruling ANC just six weeks before the 29 May election. Media reports thats the poll suggests the uMkhonto we Sizwe party, backed by former president Jacob Zuma, may become the country’s third-largest. The foundation polled one-thousand-835 registered voters this month. The ANC’s […]

By: Zilungile Mkhize The widow of the late SACP leader, Dimpho Hani has criticised the current government, stating that it has failed her husband and the people. She lamented the lack of political will to address the country’s challenges, slamming the need for stage 16 load-shedding. Dimpo Hani has been speaking at the Chris Hani […]

By: Nompedulo Ngubane UMnyango WezeMpilo KwaZulu-Natal usuveze ukuthi usuqhamuke nesixazululo ngenkinga yodokotela abangaqashiwe. Lokhu kungemuva kokuthi odokotela beqhinqe ngaphandle kwenhloko yamahhovisi omnyango iNatalia Building ePietermaritzburg ngesonto eledlele. Labo dokotela baveze ukuthi ukungaqashwa kwabo akuyona kuphela inkinga kodwa nezimo ezibhekene no mnyango wezempilo nazo zidinga ukuthi zibhekwe. Umnyango ube sewuba nomhlangano nekomiti lodokotela nalapho uthe uzokhipha […]

By: Buhle Mbhele Police in Gauteng have made a breakthrough in the murder case of Kaizer Chief Defender Luke Fleurs. Six suspects have been arrested in connection to the footballer’s gruesome killing. The 24-year-old soccer player was shot and killed in a hijacking at a petrol station in the northwest of Johannesburg last week Wednesday. […]

By:  Bright Ntuli The uMkhonto weSizwe Party has welcomed the Electoral Court’s decision to set aside the objection by the Electoral Commission to bar Former President Jacob Zuma from running for Parliament. The Party has expressed that this means they can now proceed with the business of elections. Yesterday the Electoral Court sitting at the […]

By: Bright Ntuli Amaphoyisa KwaZulu-Natal athi seziyabonakala izithelo zomkhankaso wawo iOperation Shanela okuhloswe ngawo ukulwisana nobugebengu. Athi kulenyanga eyedlule nje iyodwa abophe abasolwa abangu-9 552 ngamacala ahlukenne, athola izibhamu ezingu-258. Aqhuba ngokuthi abangu-167 kulaba basolwa ngokubulala, kanti abangu-137 basolwa ngokuzama ukubulala. Oyisikhulumi samaphoyisa aseKZN uRobert Netshiunda uthi bazibophezele ukuqhubeka nokwenza konke okusemandleni ukugcina imiphakathi yakuleli […]

By: Sthulile Mdletshe UNgqongqoshe wamaPhoyisa, uBheki Cele, usekhwele wadilika kulaba abagxeka ukuziphatha kwamaphoyisa ezweni, nendlela asebenza ngayo ukuvikela umphakathi. Lokhu kulandela izigameko zakamuva zokudubulana kwamaphoyisa nezigebengu eMpumalanga naKwa-Zulu Natal. EMpumalanga, abasolwa abayisithupha badutshulwe babulawa betholana phezulu namaphoyisa ezinsukwini ezimbalwa ezedlule. Kanti kwa-Desai eMarianhill entshonalanga yeTheku amaphoyisa adubule abulala abasolwa abangu-9 kwaphunyuka ababili kwabasolwa ngokuthi bebehlalise […]

By: Zilungile Mkhize The Independent Police Investigative Directorate says it’s investigating incidents of alleged killings in shootouts between police and suspected criminals. In the last two days, IPID received reports of nine suspected criminals killed in KwaZulu-Natal and six in Mpumalanga. While the law permits police to defend themselves and others,  the police watchdog is […]

By: Buhle Mbhele Trade and Industry Minister, Ebrahim Patel, has applauded President Cyril Ramaphosa for the public-private partnerships he has launched since taking over office. Patel says through events such as the investment conference, KwaZulu-Natal alone has managed to receive a capital injection of 64 billion rand. He was speaking at the Newlyn Park Bayhead […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background