News

Page: 6

By: Staff Writer Umalusi, the Quality Council for General and Further Education and Training has confirmed the arrest of 11 suspects from various parts of the country, including Limpopo and Pretoria, for selling fake matric certificates. Briefing the media on the assessment of matric results ahead of the scheduled release on Friday 19th January, Umalusi […]

By: Zilungile Mkhize UHulumeni waseNingizimu Afrika usunxuse iNkantolo yezobulungiswa yamazwe, nehlezi eThe Hague eNetherlands, ukuba ibhekisise isimo sempi nokubulawa kwabantu okuqhubeka eGaza. Ngesikhathi kuqala ukulalelwa kwecala elifakwe yiNingizimu Afrika, umeluleki wezomthetho u-Adila Hassim, wethule ibalazwe, elibonisa izinyathelo ze-Israel ezivimbela impilo eGaza. Unxuse inkantolo ukuthi ingasikhiphi isinqumo ngokubulawa kohlanga oluthize, kodwa ivume ukwephulwa kwesivumelwano sokubulawa kwabantu. […]

By: Dawud Phungula Izisulu zezikhukhula ezihlala e-Indoor Sports Complex, eLadysmith enyakatho yeKwaZulu-Natal, zithi impilo inzima njengoba zilahlekelwe yikho konke ebezikade zinakho. Lezi sulu ezilinganiselwa ku-70 zithi sekuyinhlalayenza ukuba zibhekane nenkinga efanayo uma kuke kwaba nezimvula ezinamandla. Zithi ziyafisa kube khona iziphathimandla ezikwenzayo ukuqinisekisa ukuthi abantu bayaphuma kulolusizi njengoba abanye beveze ukuthi njengoba izingane zibuyela ezikole […]

By: Sthulile Mdletshe Usihlalo we-African National Congress (ANC) kuzwelonke uGwede Mantashe, usegxeke uNobhala-Jikelele walenhlangano uFikile Mbalula, ngokuphumela obala ngesinyathelo senhlangano sokuqamba amanga ukuze kuvikeleke owayenguMengameli uJacob Zuma ngesikhathi kunezinsolo zenkohlakalo ezazithinta umuzi wakhe oseNkandla enyakatho yeKwaZulu-Natal. Isenzo sikaMbalula sokuphumela obala ngaloludaba, sesigxekwe kakhulu, ngamanye amalungu eANC ethi singaba nomthelela ongemuhle njengoba kuyiwa okhethweni nje. Amaqembu […]

By: Pamella Majola Higher Education, Science and Innovation minister, Blade Nzimande says the National Student Financial Aid Scheme has significantly increased loans and bursaries under his leadership, supporting over 1 million students. He highlighted the scheme’s impressive growth, surging from 8.96-billion-rand in 2014 to a substantial 47-billion-rand last year. Nzimande outlines the student-centric approach, improved […]

By: Zilungile Mkhize The Inkatha Freedom Party (IFP) says the doctor unemployment crisis is no ordinary crisis but a reality of the already deteriorating healthcare system in South Africa. This comes as the South African Medical Association Trade Union claims more than 800 qualified doctors are unemployed due to budget constraints in the Health Department. […]

By: Pamella Majola UMengameli we-African National Congress (ANC), uCyril Ramaphosa, useziphikile izinsolo zokuthi uphuthunyiswe esibhedlela izolo ekuseni ngenxa yokungaphatheki kahle empilweni. URamaphosa usho kanje ekhuluma nabezindaba eMpumalanga, nokuyilapho iqembu elibusayo ligubha khona iminyaka engu- 12 lasungulwa. NgoMgqibeo mhla zingu-13 kwephezulu, i-ANC ilindele izinkumbi zabalandeli bayo ukuthi bazobhiyoza nayo eMbombela, khona eMpumalanga kumgubho we-January 8 Statement. […]

By: Xolani Khumalo UNobhala jikelele we-African National Congress (ANC), uFikile Mbalula, ugadle wakhomba ngenjumbane loyo owayenguMongameli wezwe, uJacob Zuma, emgxeka ngeqembu elisha loMkhonto Wesizwe aselikhankasela. UMbalula uthi umbutho wesizwe umfukamlile uZuma wamvikele yize ebekade enamacala amaningi kodwa manje yena useyawujikela ekugcineni. Ekhuluma nabalandeli be-ANC ngemuva kokuphothulwa komhlangano wesigungu esiphezulu se-ANC i-NEC eMbombela eMpumalanga ubeke kanje. […]

By: Sthulile Mdletshe Deputy Minister of Health Sbongiseni Dlomo says teenage pregnancy is still a major concern for his department and is becoming a national crisis. Adolescent pregnancy is increasing at an alarming rate in the country, as 30% of teenage girls in South Africa fall pregnant and more than 65% of these are unplanned […]

By: Sthulile Mdletshe I-Phalamende likazwelonke, selizwakalise ukukhathazeka okukhulu mayelana nezingozi ezimbi ezilokhu zenzeka emigwaqeni yaseNingizimu Afrika ngalesi sikhathi samaholidi kaKhisimusi. Bangaphezu kuka-700 abantu asebeshonile ezingozini zomgwaqo kusukela kuqale amaholidi kaKhisimusi, kanti isfundazwe saseGauteng isona esihamba phambili. Ngokwezibalo ezithulwe uNgqongqoshe wezokuThutha uSindisiwe Chikunga ukugcwala ngokweqile kwabagibeli, ukushayela budedengu nokushyela uphuzile kube nomthelela kulezi zingozi zakamuva. Okhulumela […]

By: Pamella Majola South African voters have been warned against digital disinformation as the country prepares for next year’s elections. The Independent Electoral Commission worries that if left unchecked, it could undermine the credibility of the elections. There are fears that voters will fall for AI-generated fake videos, depicting the faces and voices of high-profile […]

By: Staff Writer Alokhe engenile amazwi enduduzo kumndeni wakwaNgema kulandela ukushona kwengwazi yombhali wemidlalo yeshashalazi, nobewaziwa kakhulu ngomdlalo iSarafina, uMbongeni Ngema. UNgema ushone ngoLwesithathu ebsuku engozini yemoto kade ebuya emngcwabeni eLusikisiki, e-Eastern Cape. UNgema owazalwa ngo-1955 eVerulam, KwaZulu-Natal, waqala umsebenzi wakhe wokuba ngumdlali weshashalazi edlala isigici wabe eseduma ngemdlalo yakhe yeshashalaz i-Sarafina neWoza Albert neyawina […]

By:  Sthulile Mdletshe I-National Liquor Traders Association ithi imiphakathi nayo kumele idlale indima ibhekane nokusetshenziswa kabi kotshwala emiphakathini yabo kulesi sikhathi samaholide. Owalenhlangano, uLucky Ntimane, usho kanje njengoba bengaphezu kwa-2500 abantu ababoshelwe uphuzo oludakayo ezweni lonke selokhu kuqale inyanga ya December. Kanti ke bangaphezu kuka-850 abantu ababoshelwe ukushayela bephuzile. UNtimane, ekhuluma nesiteshi sethelevishini uthi njengabadayisi […]

By: Sthulile Mdletshe Usekela Mongameli, uPaul Mashatile, usenxuse abashayeli bezimoto ukuthi bahloniphe imithetho yomgwaqo, bashayele ngokuphepha, bangaphuzi bese beshayela kulesi sikhathi samaholidi kaKhisimusi. UMashatile usephinde wagqugquzele abashayeli bezimoto abazobe behambele ezindaweni ezahlukene ukuthi bagweme ukuhamba ebusuku uma kungenzeka. Ukusho lokhu njengoba izimvula ezinamandla ziqhubeka nokuna, eGauteng, eMpumalanga, Kwazulu-Natal nase-Eastern Cape. Ngokwembiko yakwa-South African Weather Services […]

By:  Xolani Khumalo UNgqongqoshe wamaPhoyisa, uBheki Cele, uthi ayixoxwa nhlobo eyabatholakale beshayela bephuzile emigwaqweni. Ufunge wagomela ukuthi lezaphula mthetho zizobhekana nengalo yomthetho. Ngqongqoshe ngempelasonto wethula izibalo zezingozi zomgwaqo ezenzeke phakathi kwa-October kuya ku December. Njenga manje sebengu-4488 asebeboshelwe ukushayela bephuzile emgwaqeni yakuleli kusukela iqalile inyanga ka December. UCele uyachaza.    

By: Buhle Mbhele Inkatha Freedom Party ithi  iyakholwa ukuthi, uma ngase kube nehhovisi elilodwa elisebenzisana nomnyango wamanzi ukusabalalisa amanzi lokhu kungasiza ukuxazulula zonke izinkinga zamanzi kulelizwe. Owalenhlangano uThabo Xaba uthi indlela uhulumeni weANC enza ngayo yokuthi kube nezinkampani ezingu-9 ezilekelela ukusabalalisa amanzi ikona okubanga izinkinga. UXaba usho kanje ekhuluma esithangamini sabezindaba kwingqungquthela yenqubomngomo ye-IFP Empangeni, […]

By: Xolani Khumalo Union federation Saftu has joined millions of fans in mourning the passing of the immensely talented Afro-soul superstar Bulelwa Mkutukana, popularly known as Zahara. Recognized for her musical genius Zahara rose to fame with her 2011 album Loliwe as showcasing profound talent as a singer and guitarist. According to the union Zahara’s […]

By: Pamella Majola UMengameli uCyril Ramaphosa uthi basasicubungula isinqumo esithathwe inkantolo ephakeme ePitoli, esithi isenzo sakhe sokuhlonipha uMisuzulu kaZwelithini njengeSilo samaZulu ngokuka hulumeni, sasiphambene nomthetho, ngoba akulandelwanga yonke imigudu efanele. Lenkantolo ngoMsombuluko ikhiphe lesinqumo kulandela ubuzukuzuku obesekudonse izinyanga, kudingidwa ngokuthi ngabe kwalandelwa imithetho efanele yini ngesikhathi uMengameli egcoba iSilo. URamaphosa uthi ngokubona kwakhe, abantu ekumele […]

By: Zilungile Mkhize President Cyril Ramaphosa announced the establishment of the Presidential PhD Initiative through an initial R1 billion investment from the National Skills Fund. This is in effort to boost science and technology amongst the youth in the country. The president announced the initiative during the inaugural Presidential Science, Technology, and Innovation Plenary in […]

By: Bright Ntuli UNgqongqoshe kagesi, uKgosientsho Ramakgopa, uthi uhulumeni unemisebenzi emibili nje vo esemqoka kakhulu njengamanje nokuqeda i-loadshedding kanye nokuqinisekisa ukuthi kunamandla anele kagesi esikhathini esizayo. Isikhungo esibhekele ezamandla uNersa, sesinike uhulumeni igunya lokuthi usengaqhubeka nezinhlelo zokuthenga ugesi ongu-2500 megawatts ophehlwe ngamandla e-nuclear. URamokgopa uthi ingxenye yenkinga ekhona kagesi kulelizwe ukuntuleka kwamaqhinga okungenelela ukuqinisekisa ukuthi […]

By: Xolani Khumalo Clean-up teams are working diligently to enhance road conditions on the N11 near Amajuba Pass in Charlestown, in the northern part of KwaZulu-Natal where six trucks were set ablaze during protests. The road, now challenging to traverse due to spillages has initiated a stop-and-go system for clean-up. Protests commenced late yesterday and […]

By: Buhle Mbhele Inkatha Freedom Party’s National Policy Conference has made a comeback after a 15 year hiatus with a three-day summit currently underway in eMpangeni north of KwaZulu-Natal. The party plans to use this gathering to gear up for its election manifesto next year. This is the first time the party holds this event […]

By: Bright Ntuli The board of the National Student Financial Aid Scheme is calling upon all private accommodation providers in the country … to apply for accreditation in order for them to be able to offer student accommodation for 2024 beneficiaries. The board has decided to add an additional 19 TVET colleges on top of […]

By: Bright Ntuli The National School of Government has equipped 720 young people with personal mastery skills as part of the National Rural Youth Service Corps Programme to empower unemployed young people. The programme targets unemployed youth from rural areas aged between 18 and 35  who are in possession of at least a grade 9 […]

By: Sthabile Majola Economic Development MEC, Siboniso Duma, says working hand in hand with the Agricultural Department has been a great success. He says this as the KZN Government has been hosting a cannabis expo in Durban Verulem, which invited many farmers from different districts. Duma adds that there is a lot that KZN has […]

By: Dawud Phungula Amaphoyisa KwaZulu-Natal aphenya isigameko sokudubula esenzeke esikoleni iMawelele Primary School, eKlaarawter ngaphandle kwasePinetown ngemuva kokuba amadoda angaziwe efike agasela kulesiskole abamba othisha inkunzi. Kulesisgameko kudubuleke uthisha kanye nomsolwa. Okhulumela i-ALS Paramedics, uGareth Jamieson, uthi ngemuva kwesigameko lapho othisha bephucwe amafoni kanye namaLaptop kube sekubakhona ukudubulana phakathi kothisha , onogada kanye nabasolwa. Uthisha […]

By: Sthulile Mdletshe Umengameli wamajaji e-Western Cape osamisiwe u-John Hlophe uyayichitha eyokuba nobudlelwane nalowayengumongameli wezwe u-Jacob Zuma. UHlophe usezichithile izinsolo zokuthi wazama ukuguqula izinqumo ngokungafanele eNkantolo Yomthethosisekelo, ukuvuna uZuma. UHlophe usho kanje kwinkulumo ekhethekile kuhlelo lweGagasi FM, Indaba no-Alex. Kuzokhumbuleka ukuthi ngonyaka ka-2008, amajaji uChris Jafta no Bess Nkabinde bafaka iskhalo sokuthi uHlophe weza kubo […]

By: Pamella Majola Public Service Commission Chairperson Somadoda Fikeni has resembled corruption as the new apartheid that takes from the majority to benefit the minority. He has been addressing delegates at the Anti-Corruption Day Commemoration event in Pretoria. Deputy President Paul Mashatile is a keynote speaker at the event. Fikeni says the fight against corruption […]

By: Buhle Mbhele Kuhlukene imibono ephalamende mayelana nomthetho ohlongozwayo wokutakula inkampani kagesi owaziwa nge-Eskom Debt Relief Act, 2023. U-Eskom ufuna ukuphinda utakulwe uhulumeni ngemali ebolekisayo. Lokhu kwenzeka nje uMgcinimafa kazwelonke usanda kunika u-Eskom imali engu R254 billion ukuze ulungise izinkinga obhekene nazo kanjalo nengqalasizinda. Amalungu ePhalamende athi umlando wamabhuku ezimali kwa-Eskom awumuhle neze, ngakho kuyobe […]

By: Buhle Mbhele Inyunyana yamaphoyisa nojele iPOPCRU ithi ukubulawa kwamaphoyisa okudlangile kuyabakhathaza kakhulu futhi kubukela phansi ukusebenza kahle komnyango wezobulungiswa nobugebengu kuleli. Isho kanje njengoba sekubulewe amaphoyisa angaphezulu kuka-70 eNingizimu Afrika kulonyaka. Oyisikhulumi sePOPCRU uRichard Mamabolo uthi amaphoyisa ayizisulu ezihlosiwe. Uqhuba ngokuthi basakugcizelela ukuthi kubuyekezwe ngokushesha uhlelo lokuvikela kanye nokuphepha kwamphoyisa.    


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background