News

Page: 3

By: Zilungile Mkhize Durban police are investigating a case of kidnapping after a six-day-old baby was snatched from her mother. The police’s Nqobile Gwala says the mother alleges that she left the King Edward Hospital carrying her baby. She says while she was waiting for a bus, an unknown woman approached and befriended her. Gwala […]

By: Sthulile Mdletshe UNdunankulu wakwaZulu-Natal, uSihle Zikala, uthi amaphoyisa abhekena nenkinga enkulu ngesikhathi isifundazwe sigubezelwe izibhelu nodlame olwabonakala ngo July. U-Zikalala usevele phambi kwekhomishana yamalungelo abantu iHRC, nephenya ngezigameko ezenzenzeka ngalelo sonto nezaphuma nemiphefumo yabantu abangaphezu kuka-300 eKZN nase Gauteng. E-Phoenix enyakatho yeTheku, kwashona abantu abangu-33 iningi lafa ngenxa yokuhlaselwa ngabomdabu wase Ndiya ababebambe izivimba […]

By: Staff Writer Former President Thabo Mbeki says the outcome of the local government elections for the ANC represents a serious reversal for the progressive movement and a significant advance for the right-wing forces. He wrote an eight-page letter to ANC Deputy Secretary-General, Jessie Duarte. For the first time since the first democratic election in […]

By: Zilungile Mkhize The EFF has sworn in more than 900 councilors across the country’s municipalities. Party leader Julius Malema has ordered all their councillors to act with integrity and to honor their offices. During a briefing, he thanked the people of South Africa for entrusting the EFF with delivering basic services to communities. Addressing […]

By: Staff Writer With today being Black Friday, the National Consumer Commission is warning suppliers not to deploy misleading advertising tactics to lure consumers into making purchases. The Consumer Protection Act makes it prohibited conduct for any supplier to market any goods or services in a manner that is misleading, fraudulent, or deceptive in any […]

By: Nompendulo Ngubane Abesifazane asebebe yizisulu zokudlwengulwa ngabefundisi bamasonto ahlukene sebechaze izimo zokuhlukunyezwa kwabo njengento okusenzima ukudlula kuyona. Bathi ngisho nengalo yomthetho iyahluleka ukubavikela, kanti namacala abawavula emaphoyiseni asevele aphelela emoyeni. Laba besifazane, izinhlaka ezahlukene zikahulumeni, umphakathi, abaholi bendabuko kanye nabafundisi bebebambe imashi endaweni yase Mkhambathini maphakathi nesifundazwe ngaphansi komkhankaso wezinsuku ezingu 16 zokulwisana nesihlava […]

By: Bright Ntuli Ongoti bezifo ezithathelanayo bathi bakhathazekile ukuthi imigomo ye Covid-19 ingase ingakwazi ukulwa nohlobo olusha lwaleligciwane oselutholakale kuleli. Okwamanje ososayensi bathi kusasekuseni ukuthi bangasheshe baqagule ukuthi le-Variant entsha yelesifo, iB.1.1.529, izokwenza umonakalo ongakanani. Izibalo zasebetheleleke ngalesifo naso seziqala ukwenyuka njengoba kubhekwe emaholidini ka-December ongoti abaxwayisa ngokuthi ingase iqale ngawo le-4th wave. UNgqongqoshe wezempilo […]

By: Sanelisiwe Dlangamandla UNgqongqoshe wezokuthuthukiswa komphakathi uLindiwe Zulu usenxenxe bonke abantu kuleli ukuthi bahlukane nokukhipha inyumbazane umphakathi we-LGBTQI+. U-Zulu ukhulume kanje kwethulwa ngokusemthethweni umkhankaso wokulwisana nokuhlukunyezwa kwabesifazane kanye nezingane, i-16 days of Activism. Uthi izingane nabesifazane akusibona kuphela abahlukunyezwayo ngezindlela ezahlukene, kodwa bathwele kanzima nalabo abathandana ngokobulili obufanayo. Uqhuba ngokuthi okubuhlungu kakhulu ukuthi labantu ngisho […]

By: Bongani Gina Umholi we-EFF uJulius Malema uthi owabe enguMengameli wezwe ne-ANC uJacob Zuma, uyena osize i-ANC ukuba igcine iwine isikhundla sobuMeya kumasipala weTheku. Ekhuluma esithangamini sabezindaba uMalema uthi lowo oseqokwe njengesekela leMeya yeTheku uPhilani PG Mavundla we ABC (Abantu Batho Congress),  ubekhuluma bukhoma noZuma efonini phambi kukaMarshall Dlamini we-EFF, uZuma emyalela ukuba avotisane ne-ANC. […]

By: Pamella Majola Isikhungo esicwaninga ngezifo ezithathelanayo iNICD, sithi sesiqala ukwenyuka ngamandla isibalo sabantu abatheleleke nge COVID-19 kulelizwe. Izibalo ezintsha zikhomba ukuthi kusuka izolo kuza namuhla abantu abangu 1175 sebetheleleke ngalesisifo. I-Gauteng iyona ephambili ngezibalo eziphezulu zabasulelekile emahoreni angu 24 adlule, ilandelwe iWestern ngo 5 bese kuza iKZN. Khonamanjalo, inhlangano yezempilo emhlabeni iWHO, isizwakalise ukukhathazeka […]

By: Pamella Majola UNgqongqoshe obhekelele abesifazane, intsha kanye naphila nokukhubazeka uMaite Nkoana-Mashabane uthi abesifazane abaningi bazizwa bengaphephile emphakathini abahlala kuyo. Uthi ziningi izigameko esezehlele abantu besifazane nezingane, behlukunyezwa, bedlwengulwa, beshaywa, nokunye okuningi kodwa kungabi ndaba zalutho. Ethula ngokusemthethweni umkhankaso wokuqwashisa ngodlame olubhekiswe kubantu besimame kanye nezingane, i-16 Days of Activism campaign, uNkoana-Mashabane uthi konke lokhu […]

By: Zilungile Mkhize & Bongani Gina Newly re-elected Mayor of eThekwini Mxolisi Kaunda has called on all parties represented in the metro’s council to work together in ensuring services are delivered to residents. After last-minute negotiations with smaller parties, the ANC was able to hold on to the Metro cementing Kaunda’s position who beat the […]

By: Sanelisiwe Dlangamandla Action SA’s KwaZulu-Natal Chairperson Makhosi Khoza says the Democratic Alliance did not win the eThekwini Metro because its leaders are arrogant. Speaking to media on the side-lines following Wednesday’s council meeting, Khoza says the party showed arrogance when dealing with smaller parties, while trying to form coalitions. She says the DA’s Nicole […]

By: Sanelisiwe Dlangamandla The EFF says it does not regret voting with the Democratic Alliance against the ANC in the EThekwini Metro. EFF’s Secretary General Marshall Dlamini says the people of eThekwini have made it clear through their votes that they do not want an ANC led government anymore. Speaking at the Durban ICC where […]

By: Bongani Gina Ithi nci nci kaMjoli i-ANC KwaZulu-Natal kulandela ukunqoba kwayo isikhundla sobuMeya kumasipala weTheku obubhekwe ngabomvu. I-ANC ibigabe ngobevele eyiMayor kuwona lomasipala uMxolisi Kaunda, obetholene phezulu noNicole Graham we-DA. Amasu ka-ANC okuzuza amavoti amaqembu amancane ngokweshela uPhilani ‘PG’ Mavundla we ABC, iAbantu Botho Congress ngokumthembisa isikhundla sokuba yisekela leMeya, kuyilekelele kakhulu ukuzuza lomasipala. […]

By: Zilungile Mkhize Umelaphi wendabuko oneminyaka engu-36 ubudala usegixabezwe ngodilika-jele ababili ngemuva kokulahlwa yicala lokudlwengula abesifazane ababili ayethembise ukuthi uzobasiza abelaphe. Lomlisa ongu Mandla Dlamini waKwaDabeka, ngaphandle kweTheku, usegwetshwe manje emini yinkantolo kaMantshi ePinetown. Ngokusho kwamaphoyisa, lomelaphi wenza lomkhuba kulaba besifazane phakathi kuka August no September wango 2019. Athi uDlamini wahlangana nesinye sezisulu zakhe etekisini […]

By: Pamella Majola Owayengu ngqongqoshe wezokuthuthukiswa komphakathi uBathabile Dlamini useliphike icala abhekene nalo lokuqamba amanga phambi kwejaji. U-Dlamini usevele enkantolo kamatshi eGoli ngezinsolo zokuthi wahubhuza amanga yize ayefunge ukukhuluma lonke iqiniso ngendima yakhe ezinkingeni ezabakhona ngohlelo lokukhishwa kwezibonelelo zikahulumeni ngo-2017. Ngalesosikhathi uDlamini wayesangu nqgongqoshe, kanti wethula ubufakazi enkantolo yomthethosisekelo, nalapho kwatholakala khona ukuthi waqamba amanga […]

By: Zilungile Mkhize President Cyril Ramaphosa says the footsteps of democracy have played out throughout the country as elected mayors, speakers and councillors took office. He says the outcome is disappointing for the ANC, but the ruling party should accept the clear message from the people of South Africa. He was speaking to the media […]

By: Zilungile Mkhize Abadayisi botshwala kuleli sebenxuse uhulumeni ukuthi angathathi ngamawala uma ususukumela ukubhebhetheka kwe COVID-19 ngamandla, okulindeleke ngesikhathi samaholidi ka December kuya kuJanuary. Kuzokhumbuleka ukuthi ngonyaka odlule uMengameli uCyril Ramaphosa wamemezela izinhlelo zikahulumeni zokuqinisa imigomo yokuvalwa kwezwe ngaso lesikhathi samaholidi, nokwaholela ekuvalweni kokudayiswa kotshwala, imicimbi emikhulukazi, kanjalo nemibuthano yezobumnandi. Lokhu kwaholela ekutheni abadayisi botshwala […]

By: Zilungile Mkhize The eThekwini municipality is expected to resume its first council meeting today to elect a new mayor, after the meeting was disrupted on Monday by a mob of ANC supporters who broke into the venue and an electricity failure. The council will also elect a deputy mayor and the executive committee. During […]

By: Bright Ntuli Owesilisa usegixabezwe ngesigwebo seminyaka engu-20 ebhadla ejele kulandela ukulahlwa yicala lokudlwengula abangani bakhe ababili. Inkantolo yesifunda Inkanyezi Regional isiphinde yagixabeza lowesilisa, uNtobeko Magwaza, oneminyaka engu-32 ubudala nangeminye iminyaka engu-8 ngaphezulu, ngamacala okuthumba. Esigamekweni sokuqala esenzeka ngo 2016 EShowe enyakatho yesifundazwe, kubikwa ukuthi uMagwaza wacela owesifazane owayengumngani wakhe ukuthi amphelezele ukuyolanda ijezi ekhaya […]

By: Bongani Gina The uMhlathuze municipality has finally elected its official bearers following the interruption of the heated inauguration council meeting yesterday. The IFP has managed to oust the ANC in governing the North Coast economical hub municipality. After a failure of the ANC’s delaying tactics to appoint the Speaker, Mayor and Deputy Mayor, the […]

By: Staff Writer The DA’s Mpho Phalatse says she is honoured to be the first female mayor of the City of Johannesburg. She won by 144 votes, while the ANC’s Mpho Moerane received 121 votes. Phalatse has been a councillor since 2016. She says the City of Johannesburg has been plagued by service delivery backlogs […]

By: Sthulile Mdletshe Former Defence Minister Nosiviwe Mapisa-Nqakula says soldiers are not trained to stop crime or negotiate with civilians. Mapisa-Nqakula has given her version of what transpired when KZN and Gauteng descended into chaos in that one fateful week in July this year, looting, burning factories and warehouses and destroying other infrastructure. This resulted […]

By: Zilungile Mkhize Elections for eThekwini mayor had to be postponed to tomorrow after they collapsed yesterday’s council meeting due to disruptions by ANC and EFF supporters. Police had to escort this group of about 30 people, who stormed past the barricades and security guards into the meeting venue at the Moses Mabhida Stadium. Before […]

By: Bongani Gina The DA, EFF and IFP at uMhlathuze are accusing ANC Councillors of trying to come with derailing and delaying tactics to evade voting of the Speaker, Mayor and Deputy Mayor from taking place. The IFP is contesting the ANC in this economic hub in the North Coast. In uMhlathuze the ANC has […]

By: Nompendulo Ngubane IMeya kamasipala uMsunduzi, uMzimkhulu Thebolla uthi iqembu elibusayo into eliyifundile emva kokhetho lohulumeni basekhaya ukuthi abavoti kumele balalelwe uma bekhuluma nabaholi. U-Thebolla usho kanje lapho ethula inkulumo yakhe emva kokukhethwa njenge Meya yalo masipala, nosekuyihlandla lesibili kuyena. I-ANC inezihlalo ezingu ezingu 40 kulo masipala, ilandelwe iDA ngezihlalo ezingu 16 kanti i EFF […]

By: Nompendulo Ngubane UNgqongqoshe wezezimali KwaZulu-Natal uNomusa Dube-Ncube usenxuse amakhasela azogcotshwa kumasipala uMsunduzi ukuthi adlalele kude nenkohlakalo. Usho kanje ekhuluma emcimbini wokugcotshwa kwe Meya kanye namakhansela ngaphansi kuka masipala uMsunduzi. Uqhuba ngokuthi umnyango wakhe uzoqinisekisa ukuthi lomasipala wenza konke okufanelekile ukunikeza umphakathi izidingo zawo njengoba lokhu kuwumyalezo ovela kuwo, nabawuthole ngesikhathi kuvotwa. U-Dube-Ncube uthi inkohlakalo […]

By: Sthulile Mdletshe DA Leader John Steenhuisen says their main priority now as new governments take over at local level, is to ensure communities receive the basic services they need to survive. He maintains this can only be achieved if the leaders put people’s needs before their own. Steenhuisen maintains the DA will not form […]

By: Sthulile Mdletshe Isikhungo esibhekelele izifo ezithathelanayo i-NICD, sixwayisa ngomkhuhlane onamandla ayisimanga ohlasele njengoba silokhu senyuke njalo isibalo sabangeniswa ezibhedlele behlaselwe iwona kanye ne pneumonia. I-NICD ithi isiqaphe ngeso elibukhali isimo sakusabalala kwalomkhuhlane ezweni. Ukuqala ukubonakala kwabantu abanezimpawu zalomkhuhlane, kwavela ngenyanga uAugust. Okhulumela lesikhungo u- Sibongile Walaza uthi i-Gauteng, KZN, Mpumalanga, North West, kanye ne […]


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background